Uncategorized

Kungasweleka amanzi koBulawayo

29 Jun, 2021 - 15:06 0 Views
Kungasweleka amanzi koBulawayo

uMthunywa

Ethel Ncube
IKHANSILI yakoBulawayo yazisa uzulu wakoBulawayo ukuba kungenzeka kube lokuphambaniseka kokutholakala kwamanzi edolobheni leli kulandela ukuhlupha kwamagetsi okukhona edolobheni leli.

Kubikwa ukuba izinjini zeNcema lezeFernhill Pump Station ziqede amahola amathathu izolo zingadonsi amanzi ngoba kungelamagetsi.

Kusenjalo kubikwa eCriterion Water Treatment works khona lokhu kungelamagetsi kusukela ngehola lesithupha ngoMvulo ntambama.

Umabhalane wedolobheni lakoBulawayo uMnumzana Christopher Dube kusitatimende uthe ukuhamba kwamagetsi lokhu kulakho ukuphambanisa ukutholakala kwamanzi koBulawayo.

“Izakhamzi ziyaziswa ukuba ukuhamba kwamandla kagetsi sokubisele emuva ukuhlanzwa kwamanzi lokudonsa kwawo. Nxa isimo lesi singaqhubeka indawo eziphezulu zilakho ukuthi impompi ziphume amanzi kancane,” kutsho uMnu Dube.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds