OweGenerations lesicelo kubazali

03 Aug, 2017 - 02:08 0 Views
OweGenerations lesicelo kubazali UMfundi Vundla

uMthunywa

UMSUNGULI womdlalo iGenerations: The Legacy, uMfundi Vundla usenxuse abazali ukuthi babe lendima ebalulekileyo ezinhlelweni ezibukwa zingane zabo.

Ukutsho lokhu nje kusanda kuba lomsindo ngenxa yesiqephu esicunule inengi lababukeli beGenerations: The Legacy ngenxa yocansi.

“Uma uhlelo oludlalayo lulophawu oluxwayisayo umzali kufanele enze okuthile. Angatshintsha isiteshi sethelevishini uma kufanele. Njengoba nami kufanele ngibe lendima ebalulekile kodwa labazali kufanele benze okufanele,” kutsho uVundla.

Udaba lwezigcawu zocansi phakathi kukaSmanga loThabi lube lezikhalazo kangangoba abeSABC bagcine bethathe isinqumo sokungabi lempinda yalo mdlalo ngempelasonto edlule. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links