uqhubeka ebutha indondo uMaster KG

19 Nov, 2020 - 00:11 0 Views
uqhubeka ebutha indondo uMaster KG UMASTER KG

uMthunywa

ULOKHU eqhubeka ngokugodla izindondo emcimbini yasemazweni aphetsheya kwezilwandle lawase-Afrika umculi weLimpopo, kweleSouth Africa, uMaster KG uthe ngeSonto ebusuku wabutha indondo ezine kuma-African Muzik Magazine Awards (Afrimma).

Umcimbi, obusakazwa bukhoma kuYouTube, udonse amehlo abantu abanengi base-Afrika abebebheke ukuthi ngobani abazodla umhlanganiso.

UMaster KG uhambe lezindondo ezibalulekileyo okugoqela kuzo eye-Artist of The Year, Song of The Year, Best Male Southern Africa leyeBest Collaboration apike kuyo uBurna Boy waseNigeria.

Ekhuluma ngokunqoba kwakhe uMaster KG uthe u-2020 kube ngumnyaka omuhle kuye okwenzeke kuwo izinto akade engazilindele.

“Ngiyathemba umhlaba wonke uyaqhubeka ngokubuka abaculi baseSouth Africa ukuthi balekhono kanjani.

Ngizizwa ngithobekile kakhulu ukuhlabana. Ngiyaziqhenya kakhulu ngokuqala phansi ingoma ethi Jerusalema ngokubambisana loNomcebo loBurna Boy njengoba yenze okuhle kodwa. Ngiyabonga kakhulu lakubo. Ngibonga

lakuwona wonke umuntu emazweni omhlaba ahlukeneyo othole ukujatshuliswa yile ngoma,” kutsho uMaster KG.

Uthe lenkampani asebenze layo, i-Open Mic Productions, yenze umsebenzi omuhle engomeni.

Umcimbi ubuphethwe Tashara Parker, e-USA.

UMaster KG akagcinanga nje ngokuwola izindondo kodwa ubuye wanandisa ngayo ingoma yakhe ethi Jerusalema.
Phakathi kwabanye abaculi bakweleSouth Africa abahlabane kubalwa uSho Madjozi, othole indondo yeBest Female Southern Africa, Nasty C, othole indondo yeBest Male Rap Act, loKabza Da Small, yena ohlabane ngendondo yeProducer of the Year. – Ubulembu

Share This:

Sponsored Links