Umlingisi obhekane lenqwaba yamacala uzaziphendulela

05 Oct, 2023 - 00:10 0 Views
Umlingisi obhekane lenqwaba yamacala uzaziphendulela Sonia Mbele

uMthunywa

UMLINGISI wodumo kuGenerations leDiepCity, uSonia Mbele, usobishini njengoba esenqunyelwe ugwayi katiki ukuba afike enkantolo kamantshi waseGoli ngoLwesine noma akhalelwe ngamasongo kaSigonyela.

Loba kunjalo, okhulumela uSonia, uThato Malindi, ucatshunwe ethi abalalwazi ngalezi zindaba, bagcina ngokuzibona emithonjeni yezindaba.

Ngokutsho kokhulumela uphiko lwezokuShushiswa kuzwelonke eGauteng, uPhindi Mjonondwane, uSonia (46) bekufanele avele kule nkantolo ngoLwesithathu kodwa wangalubhada kuyo.

Lolu phiko luze lwafaka incwadi ezinkundleni zokuxhumana lapho luqinisekisa khona ukuthi uSonia lozakwabo, uYolisa Gqunta loRebone Sesing, basolwa ngokwephula umthetho wokukhokhwa kwentela kuleli.

“UMbele ulethe incwadi kadokotela, ebithi akakulungele ukusebenza kuze kufike umhlaka 3 Mfumfu. Laba bobathathu bangabaqondisi benkampani iReal Housewives of South Africa (Pty) Ltd.”

Eqhuba uPhindi uthe oSonia babhekene loxhaxha lwamacala angu-42 okwehluleka ukugcwalisa izincwadi zentela ezibizwa nge-Income Tax, kusukela ngo-2019 kuya ku-2022, ukwehluleka ukugcwalisa izincwadi zeValue Added Tax (VAT) kusukela ngo-2019 kuya ku-2022 lelokwehluleka ukugcwalisa ezePay-As-You-Earn (Paye) kusukela ngo-2020 kuya-2022.

“Icala lihlehliselwe umhla ka-5 Mfumfu, 2023, ukuba uSonia avele enkantolo bese uzakwabo enikezwa usizo lwezomthetho. Senziwe isicelo esigunyaza ukuba kukhitshwe incwadi yokuba uSonia Mbele abotshwe kodwa yabuye yagodlwa aze avele mhlaka 5 Mfumfu, 2023,” kuphetha isitatimende soPhiko lwezokuShushisa.

UThato uphendule ngokuthi le nkampani okukhulunywa ngayo uyayazi kodwa bayivala ngo-2019 ngenxa yokungaboni ngasolinye lozakwabo.

USonia akusiye usaziwayo wokuqala ukubhekana lengalo yomthetho, ngenxa yokuhlulwa yikukhokhela intela.

Umrepha uCassper Nyovest kutholakale ukuthi ukweleta isamba sikaR3.6 million, uBonang ubalekele ukukhokha i-personal tax phakathi kuka-2007 lo-2017 leyenkampani yakhe phakathi kuka-2014 lo-2017, umrepha ongasekho u-AKA, wasolwa ngokukweleta isamba sikaR2 million ngo-2017, umlingisi weGomora, uKatlego Danke, uke wasolwa ngokunqwaha lentela iminyaka eyisithupha kusukela ngo-2012, obengumdlali webhola uTeko Modise, uke wasolwa ngokuyicatshela iminyaka eyisihlanu kusukela ngo-2013 lesikhulu seJomo Cosmos, uJomo Sono, sike sasolwa ngokukweleta isamba sikaR40 million ngo-2018. Abanye nguDr Malinga loZahara. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds