ULira uphethwe yisifo sohlangothi

21 Apr, 2022 - 00:04 0 Views
ULira uphethwe yisifo sohlangothi uLerato “Lira” Molapo

uMthunywa

Isitatimende esikhitshwe ngumdeni wakhe siqinisekise ukuthi uLira, 44, uphathwe luhlangothi, istroke ngesikhathi eseGermany.

Umculi we-Afro Pop uLira ophethwe yisifo sohlangothi, istroke.

UMCULI wakweleSouth Africa othandwa ngabanengi we-Afro Pop uLerato “Lira” Molapo uyelatshwa ekhaya ngemva kokuba etshawe yisifo sohlangothi i-stroke.

Isitatimende esikhitshwe ngumdeni wakhe siqinisekise ukuthi uLira, 44, uphathwe luhlangothi ehambele izwe leGermany.

“Kubalandeli bakaLira, asondelene labo lamaklayenti, njengomdeni wakhe sithanda ukuveza okwenzeka ngempilo yakhe.

ULira ubesanda kuvakatshela eGermany ukuyocula khona, ngebhadi watshaywa yisifo sohlangothi. Lesisifo senza kube nzima ukuba uLira akhulume noma axhumane lomuntu,” kutsho isitatimende.

Siveze ukuthi lo mculi ungaphansi kweso labodokotela abasezingeni eliphezulu kuleli. Sithe: “Ithimba labodokotela leluleke ukuba uhambo lwakho lokululama ludinga ukubekezela. Asiboni ukuthi uLira uzokwazi ukuba acule maduze. ULira uzizwa ekahle kanti eduze kwakhe kukhona umdeni labangani njengoba eselatshwa,” siqhuba.

Umdeni unxuse izakhamizi labathandi bomculo ukuba bathandazele uLira ukuba alulame ngokushesha. – Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds