Uncategorized

Ubotshiwe olahle ingane esibhedlela

21 Feb, 2019 - 00:02 0 Views
Ubotshiwe olahle ingane esibhedlela

uMthunywa

ZIMKHALELE owesifazane (20) weKwaMashu eSouth Africa osolwa ngokulahla usane emgqomeni esibhedlela seKing Edward VIII.

Ngokwesitatimende esikhitshwe lugatsha lwezempilakahle eKwaZulu-Natal, unina wengane ubegcinwe ngumhlengikazi eyincelisa ngoLwesine. Umhlengikazi uphume esiya kwelinye iwadi emtshiya layo.

Ingane yomfana ibizelwe ngenyanga yesitshiyagalombili itshaya u-1,2kg. Ibigcinwe ebhodleleni esibhedlela.

Kuthiwa unina wengane uyigoqe ngepulastiki efakwa embhedeni wase eyifaka phakathi kwe pillow case wayibopha wase eyifaka emgqomeni wabeka amaphepha ngaphezulu.

Umhlengikazi eseyibuza ingane kunina uzenze ongazi lutho.

Ingane ize yatholakala emgqonyeni, ilezimpawu zokuswela umoya. Kubizwe udokotela wayisiza.

Kuthiwa ibisemgqonyeni okulahlwa kuwo amanalithi lezinye izinto. Bekufanele ikhitshwe ngosuku olulandelayo.

Owamapholisa uLietenant Colonel Thulani Zwane ukuqinisekisile ukuthi amapholisa ambophile unina wengane ambeka icala lokuzama ukubulala.

Kuthiwa ubebelethele kwesinye sezibhedlela zaseThekwini.

Kulindeleke avele emthethwandaba kamantshi eThekwini lamuhla.

UNgqongqoshe wezeMpilo kulesi sabelo uDokotela Sibongiseni Dhlomo ubonge abahlengikazi ngokuthungatha ingane basindisa impilo yayo.

“Lesi yisigameko sesibili esikhathini esingangesonto kulesi sifundazwe. Siyajabula ukuthi zombili izingane ziyaphila. Ngalolu lwazi esinalo oluncane unina wengane (etholakale esibhedlela) olenye ingane ubedonswe ngendlebe lisoka lakhe languyise ngokuthi angalinge abuye lengane.

Uthe abantu kufanele bazi ukuthi zikhona izinhlelo ezingasiza abantu besifazane abangakulungele ukuthola abantwana njengezivikelanzalo lezinhlelo zokukhipha izisu eziphephile.

Share This:

Sponsored Links