U-Judith uzobhulela uBebe Winans amazolo

19 Oct, 2023 - 00:10 0 Views
U-Judith uzobhulela uBebe Winans amazolo uJudith Sephuma

uMthunywa

UMZWILILI wakweleSouth Africa we-jazz lomculo wokholo, uJudith Sephuma, usekuqinisekisile ukuthi uzobhulela amazolo isihlabani saphetsheya kwezilwandle, uBebe Winans, ochungechungeni lwamakhonsathi azoba kuleli.

U-Judith ngomunye wabaculi abahlonitshwayo abayintandokazi kulelo lasemazweni angaphandle futhi udume ngamanoni athi A Cry A Smile A Dance, Mme Motswadi, I Am A Living Testimony, Le Tshephile Mang, I Remember, Through It All namanye amaningi.

Akaziwa ngezingoma ze-jazz kuphela kodwa lasemculweni wokholo uselabalandeli.

Le ntokazi izotshiyelana inkundla loBebe Winans ku-It All Comes Down To Love Tour eMoses Mabhida Stadium, eThekwini ngoMpalakazi mhlaka 9, badlule baye eGrand Arena eCape Town mhlaka 15 Mpalakazi laseSunBet Arena Time Square mhlaka 16 Mpalakazi lonyaka.

Uthe ukujabulele ukunikezwa ingqayizivele yethuba lokujoyina inkakha yomculo wokholo leR&B.

“Ngaphandle nje kokuthanda ukuba sesiteji lokwabelana laye isiteji, ngiyazifela ngomculo wakhe kusukela kudala. 

“Kulolu chungechunge, ngiyathembisa ukubophela wonke amanoni ezingoma zami eziyintandokazi.

Sengikulangazelele kabi ukuzibonela ngamehlo uBebe enandisa. Kuzoba lusuku  olungasoze lwalibaleka,” kuphetha uJudith.

NoBebe ucashunwe esitatimendeni ethi uJudith ungomunye wabaculi abakhonzile.

“Mina laye sesike satshiyelana inkundla ezikhathini eziningi futhi bekubamnandi. 

“Ngakho kuyisibusiso ukuba laye kulolu chungechunge lwamakhonsathi ami aseNingizimu Afrika futhi sengikulangazelele kabi ukugila laye izimanga esitejini.”

UBebe ngumculi osedayise amakhophi omculo angaphezu kuka-20 million emhlabeni jikelele, wawola izindondo eziyisithupha kumaGrammy Awards, ezilitshumi kumaDove Awards, eziyisithupha zamaStellar Awards, ezine kuma-NAACP Awards lezintathu kumaSoul Train Music Awards.

Omunye wabagqugquzeli bomcimbi, uThulani Maphumulo weYonke Imizamo Productions, uthe zonke izinhlelo ngomcimbi sezimi ngomumo.

Unxuse abathandi bomculo ukuba baphuthume ezikhungweni ezidayisa amathikithi angungqo, hayi ombombayi.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey

This will close in 20 seconds