Uncategorized

Kumshubele umfana (9) osolwa ngokubulala umdeni

24 Oct, 2019 - 00:10 0 Views
Kumshubele umfana (9)  osolwa ngokubulala umdeni

uMthunywa

UVELE enkantolo yezingane eWoodford Court umfana (9) osolwa ngecala lokubulala ngokutshisela endlini abantu abahlanu eWoodford, e-Illinois, e-United States. 

Umsolwa ubevele enkantolo ngoMvulo njengoba umahluli obethetha icala uCharles Feeney ezame ukumchazela amacala etheswa wona.  

Lumfana usolwa ngokuthungela umlilo kunyanga kaMabasa, owadala ukuthi kutshone izihlobo zakhe ezine kanye lesoka likanina omzalayo. Unina kamsolwa uKatie Woods uqinisekise umthethwandaba ukuthi yindodana yakhe ebisebhokisini lobufakazi. Ligodliwe igama likamsolwa nanko phela ubekwe icala njengengane. 

Kulesi sehlakalo esenzakala ekuqaleni kwenyanga kaMabasa  lonyaka, kwatshona uJason Wall (34), uDaemeon Wall (2) lo-Ariel Wall (1) uKathryn Murray (69) loRose Alwood (2). 

Angeke agwetshwe ejele lezingane umsolwa uma elahlwa licala, kodwa uzanikezwa isigwebo esilengisiweyo. Lelicala belihanjelwe yi-Illinosis Department of Children and Family Services loyise womfana njengoba umsolwa ebehleli lommeli owakhethwa ngumthethwandaba. 

Umsolwa uthe kawaqondi amacala awetheswayo njengoba umahluli ubezama ukumchazela. Umsolwa ucine eseziqonda izingcazelo zikamahluli njengoba ubesizwa ummeli wakhe. Ngokwemibiko lumfana ugcinwe esitokisini emuva kwezinsuku ezimbili kwenzakale isehlakalo lesi. Abanye abammeli abakhangela amacala ezingane basole isinqumo sokubekwa kwakhe icala lokubulala. Umahluli ucine ngokunquma olunye usuku lokuthetha icala ngoLwezi. -Ubulembu

Share This:

Sponsored Links