Kuhlabane umlingisi weKZN emqhudelwaneni kazwelonke

15 Feb, 2024 - 00:02 0 Views
Kuhlabane umlingisi weKZN emqhudelwaneni kazwelonke UThuso Nokwanda Mbedu

uMthunywa

UMLINGISI odabuka eMgungundlovu kweleSouth Africa kodwa osezinze e-USA, uThuso Nokwanda Mbedu, ugqugquzele amaciko akuleli ukuba asebenzise amakhono awo ukuveza ukunotha lokwehlukana kwamagugu akuleli.

UThuso (32) ukhulume kanje emva kokuhlabana ngendondo yoBubuntu Arts and Cultural Diplomacy Award (Youth) kuma-2024 8th Ubuntu Awards eCape Town International Convention Centre ngoMgqibelo.

Kulo munxa, uThuso beqhathwe lomculi wesifazane wakuleli, u-Elaine Nakuba uThuso obengekho emcimbini kodwa inkulumo yakhe ifundwe ngumanenja wakhe kuleli, u-Anna Hlalele.

Emyalezweni uThuso ubonge izingwazi zakuleli okuyizo ezingamavulindlela ekuphakamiseni iSouth Africa, eHollywood.

“Asisebenzise le nkundla ukuxoxa Izindaba ezizogqugquzela futhi zilekelele ekwenzeni ubungcono emhlabeni.”

Uthe abasebenzisi ubuciko babo ukujabulisa kuphela kodwa babusebenzisa lasekubhodlozeni izindonga ezivimbe impumelelo.

“Emhlabeni wamafilimu lezokungcebeleka, silamandla okulungisa inkulumo engasilo iqiniso. Lo mklomelo uyibufakazi bokuthi umkhakha wokuxoxa izindaba ungawenza umehluko emhlabeni,” kutsho uThuso owaqala ukwaziwa emkhakheni wokulingisa ngokulingisa kuSibaya, Snake Park, Saints and Sinners, Generations The Legacy lakuScandal.

Uqale ukuvelela eselingisa indawo kaWinnie kuS’thunzi ngo-2016.

Ngomnyaka olandelayo wabe eseqokwa emqhudelwaneni womhlaba kuma-Emmy Awards, emunxeni weBest Performance by an Actress.

Kwathi ngo-2021 wathola ithuba lokulingisa emdlalweni waphetsheya, iThe Underground Railroad, enguCora lakuThe Woman King.

Nyakenye uqokwe waba yinxusa nomkhulumeli we-L’Oréal eSub-Saharan Africa.

Umcimbi bewuhanjelwe layiPhini lukaMemgameli, uMnuz Paul Mashatile, uNgqongqoshe wezoBudlelwana lamazwe omhlaba uNkk Naledi Pandor lePhini lakhe uNkk Candith Mashego-Dlamini. – Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds