Imbongi ithola izicoco eMzansi

17 Aug, 2023 - 00:08 0 Views
Imbongi ithola izicoco eMzansi Indondo kaObert Dube

uMthunywa

Ethel Ncube

IMBONGI yeMpopoma zaseVitoli ithabe imanzi nte ngemva kokuthola izicoco ezimbili eSouth Africa kumsakazo we-Amaqhawenentaba lapho obekuphiwa abahlabeleli lembongi ezitshiyeneyo izicoco ngempelaviki. UObert Dube odume kakhulu ngenkondlo langokuba ngumqondisi wemicimbi uthole indondo ezimbili zokuba nguBest Male Artist lokuba nguBest Poet ngakho uze ekhaya ethwele indondo ezimbili.

Intatheli ixhumane loDube obike ukuba kuyamjabulisa ukuthola izicoco.

“Ngithabe kakhulu ngokuphakanyiswa ngumsakazo weMzansi. Lokhu kukhombisa ukuba imisebenzi yami iyabonakala emphakathini. Ukuthola izicoco kungipha umdladla wokuqhubeka ngisebenza ngokuzimisela.

“Ukuthola isicoco kukhombisa lothando abalandeli bami abalalo abalalo kimi,” kulandisa uDube.

Uqhubekele phambili waveza ukuba abaculi kumbe imbongi abangakatholi izicoco kabasebenze nzima.

“Imbongi ezingenelisanga ukuthola izicoco ngithanda ukuzikhuthaza ukuba zingalahli ithemba kodwa kaziqhubeke zisebenza nzima.

“Ngithanda ukubonga abalandeli bami abangivotelayo ukuze ngithole izicoco lezi labanikazi bomsakazo abasiphe ithuba lokuthola izicoco,” kuphetha uDube.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds