Bazathokoza abalandeli be-Uzalo

10 Feb, 2017 - 00:02 0 Views
Bazathokoza abalandeli be-Uzalo Abalingisi boZalo

uMthunywa

DURBAN — Umdlalo kamabonakude Uzalo, usuzatshengiswa kusukela ngoMvulo kuze kuyofika  oLwesihlanu njengoba kuqala isizini entsha.

Linguquko iqale  ngoMvulo  kuyonale iviki.

Lumdlalo othandwa ngababukeli abanengi, lohamba phambili ngokubukelwa kwele South Africa, umemezeli  linguquko ekupheleni komnyaka ophelileyo.

Kuzokhumbuleka ukuthi iphephandaba leIlanga lake labika ukuthi kuxega amadolo kubalingisi balo mdlalo okhonjiswa kuSABC 1 njengoba kuthiwa kukhona abasengozini yokudliwa yizembe, futhi kuza labadlali abatsha, abalohlonze abazodlisela ogageni abanye.

Phakathi kwabalingisi abatsha, abajoyina lumdlalo kubalwa uBrenda Ngxoli wodumo ku-Home Affairs, uMasoja Msiza obedlala ku-Sibaya, uLuthuli Dlamini oke wadlala ku-Rockville loClement Maosa we-Skeem Saam.

UNgxoli-ke nokho wamemezela ukuthi usetshiye phansi ukuqopha lo mdlalo ngoba kulezinto ezinengi abengagculisekile ngazo.

Umfakazi oqotho ongomunye wabadlali abadala waphawula ngaleso sikhathi wathi  kulomuzwa wenjabulo yokuthi kuza abadlali abahlonitshwayo, kodwa futhi abanye balokwesaba ngoba abazi ukuthi izembe lizogawula kubani.

Ngeviki ephelileyo, kulo mdlalo kwacina kuvele uZandile MaNzuza Mdletshe etshayise ngemoto uLindiwe Xulu waphinde wadubula uMxolisi Mdletshe ngemuva kokuthola ukuthi yibo ababulala indodana yakhe uNkosinathi. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds