Pheka loMaMoyo: Izilimo ezidliwa zimanzi

23 Feb, 2017 - 00:02 0 Views
Pheka loMaMoyo: Izilimo ezidliwa zimanzi Amazambane amanzi

uMthunywa

Amazambane, indlubu, indumba
IKWINDLA lenza imilomo ihlale imanzi.  Kunengi ukudla esikudla ngalesi isikhathi. Okuhle yikuthi konke esikudla kumanzi kungachaywa kome kudliwe sekomile ebusika. Lapha ngikhuluma ngezilimo lezi; amazambane, indlubu, indumba.

Okudingakalayo

* Amazambane amanzi aquntiweyo
* Isawudo

Ukupheka

*Gezisa amazambane kuphele yonke inhlabathi.
* Wapheke avuthwe.
* Thela isawudo ngokuthanda kwakho.

Kungathatha ihola ukuba avuthwe.

Ukudliwa

Amazambane la adliwa ngokucacada akhutshwe abantwana emakhasini andubana  adliwe. Abanye bayawachaya adliwe esomile. Adliwa nje abantu bezikwejisele akusikudla kwemini kumbe ntambama.
Indlubu

Okudingakalayo

1. Indlubu
2. Isawudo
3. Imbiza yokupheka
4. Amanzi

Ukupheka

– Gezisa indlubu kuphele yonke inhlabathi.
– Zipheke zivuthwe.
– Thela isawudo.
– Kuthatha ihola ukuba zivuthwe.
– Zizwe ukuba zivuthiwe yini.

Ukudliwa

Cacada indlubu nganye ukhuphe abantwana abadliwayo udle. Zidliwa loba yisiphi isikhathi ikakhulu emini. Ekwindla kuhle ngoba imilomo ihlala imanzi.

Indumba/amahobe

1. Isihlukuluzwana sendumba ezimanzi
2. Isawudo
3. Imbiza yokupheka

Ukupheka amahobe/indumba

NB: Indumba ezimanzi kuthiwa ngamahobe.

* Gezisa indumba anduba uzifake embizeni. Zipheke zivuthwe, kungathatha imizuzu engamatshumi amathathu (30 minutes).

Zithele isawudo
Bona isibisibili ukuthi zivuthiwe ngoba nxa zingavuthisisanga ziyaqumbisa.

Ukudliwa kwamahobe

– Zicacade ukhuphe amakhasi udle abantwana baphakathi
– Zidle nje emini loba ngasiphi isikhathi  umlomo uhlale umanzi. Nanzelela izilimo lezi lapho ohlala khona.

Lima lawe ukholise ubumnandi bokuzenzela izinto, imali ayihlali ikhona.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds