Uncategorized

Usizi kowesifazane oleminyaka emibili ekhulelwe

04 Mar, 2021 - 00:03 0 Views
Usizi kowesifazane oleminyaka emibili ekhulelwe

uMthunywa

WESABA lokuphumela emnyango, owesifazane osemncane osekuphele iminyaka emibili ekhulelwe.

UNkosazana Slindile Khuzwayo (21) weNongoma, uthi nxa esiya kubodokotela babesifazane, bayamfaka emitshineni kuvele ukuthi ingane ikhona esiswini futhi iyaphefumulo. Kodwa inkinga akasikwa futhi akekho lodokotela othi akahlinzwe okungcono.

“Sengisesaba lokuphumela emnyango. Abantu bavele bangibuze ukuthi ngibeletha nini. Ngivele ngingazi ukuthi ngizophendula ngithini,” kuchaza uNkszn Khuzwayo.

Echaza uthi waqala ukwethuka ngesikhathi kuhlangana izinyanga ezingu-10 engabelethanga. Uthi kusuka lapho impilo yakhe yaguquka. Uthi usebhode ezibhedlela zonke kodwa kunhlanga zimuka lomoya.

“Uyabona sengiqala ukukhathazeka. Ibuhlungu nansi into,” ebalisa.

Uthi esibhedlela kwaHlabisa, bamtshela ukuthi ku-ultrasound kuyavela ukuthi kulomntwana. Bathi labo abasazi isizatho sokungabelethi kwakhe. Uthi wadlulela esibhedlela eBenedictin lakho behluleka ukumsiza.

Uthi usegqigqe lakubantu ababonayo waze waba mfitshane. “Bangaphezulu kuka-15 abathandazi esingibahambile,” kuchaza okhulelwe.

“Okungixakayo yikuthi nami ngiyazizwa ukuthi ngikhulelwe. Uyabona nje lamanje ingane ngiyayizwa ikhona esiswini iyanyakaza futhi iyakhahlela,” echaza.

Uthi lowesilisa athandana laye useze waliphonsa ithawula lokuthi uyoke ambone umntwana wakhe.

“Ubuthongo abusafiki. Ngiqwatsha kuze kuse. Lesisu sesiqala ukuba buhlungu. Angisazi ukuthi ngenze njani,” utsho kanje.

Omunye osondelene loSlindile, ukhale ngokuthi usephenduke inhlekisa emphakathini futhi kukhona igama asebemqambe lona elihambisana lesimo sempilo akusona.

Umelaphi wendabuko waKwaNongoma, esiligodile igama lakhe, oke waxhumana lalo wesifazane uvumile ukuthi uke wazama ukwelapha uSlindile. Ulibeke ngembaba elokuthi inzima inkinga abhekene layo. Uthe ugadle zephuka. Uthe into elekelela umuntu wesifazane ukuba abelethe isihlambezo kanye lokushweleza kwabadala. Uthe bakwenze konke kwanhlanga zimuka lomoya.

Isazi kwezamasiko, uMnuz Thandanani Mnguni, uthe kukabili, kungenzeka ukuthi uSlindile ukhulelwe ngempela okanye akakhulelwe.

Uthe lolu hlobo lwenkinga lujulile ludinga abelaphi abazi imithi ejulile ngoba kufanele kuxhunywane ledlozi lakubo kujulwe ngoba yilona kuphela elingakwazi ukumkhulula kulawa maketango.

Omunye umelaphi, uMnu Bongani Gumede uthe kungenzeka ukuthi bamkhiyile. “Kulokuthi abelethe angagcina etshonile. Kokunye ungathola ukuthi yisigaxa esikhula ngaphakathi kuyena sizenza samntwana. Kodwa usizo angaluthola,” kuchaza uMnu Gumede.

Ugalagala lukadokotela olwelapha izifo zabesifazane oluphinde lube ngumbelethisi, uDkt Dumisani Zungu, luthe lolu hlobo lokukhulelwa lubizwa ngokuthi ukumiselelwa. Uthe imvama abesifazane ababa lalolu hlobo lokukhulelwa yilabo abasuke bekhulelwe ngosizo lwemithi yesintu.

Uthe ingozi ngalokhu kukhulelwa ukuthi kungathatha noma isikhathi esingakanani owesifazane engasikwa. Kokunye uthe kungenzeka ukuthi uSlindile ubhekene lePseudocyesis, ukuba lezimpawu zokukhulelwa kodwa ungakhulelwe.

Uthe kunzima lokho ukugeqa amagula engambonile. Mayelana lokuthi ahlinzwe, uthe sekuzoba nzima kakhulu lokho. Sekuzodingeka kusetshenziswe ubuchwepheshe bezokubelethisa obusezingeni eliphezulu futhi obubizayo.
UDkt Zungu uthe yize kunjalo, yena uzimisele ukuyitshatha le nselelo, wayalela lo wesifazane ukuthi azame ukubonana laye ngokushesha.-Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds