Uncategorized

Ugwazwa ilihlo ojola lomngane womkakhe

10 Dec, 2020 - 00:12 0 Views
Ugwazwa ilihlo ojola lomngane womkakhe

uMthunywa

Wayne Ncube
KULENDODA yeZvishavane emiswe phambi komthethwandaba ngoLwesibili isetheswa icala lokugwaza umkayo ilihlo imethesa icala lokuthandana lomngane wayo.

UPrudence Chimviri (30) ohlala e-Izaya Park wetheswa icala lokuhlukuluza umkakhe endlini, uRuth Mathe okuyikho okwenze waze wamgwaza ilihlo ngosiba.

Kubikwa mhlaka 8 Lwezi umsolwa wafika endlini yakhe evela koBulawayo ephethe amaphepha ezandleni zakhe, ekhwaza ukuba yiwo alobufakazi bokuthi uMathe ujola lomngane wakhe.

Umakhelwane walaba ababili wathi esizwa ukuthi basebesilwa wabalanda wazama ukukhulumisana labo ukuthi baye kudadewabo kamamangala ukuze kuyexazululwa indaba le. Ngesikhathi besendleleni uChimviri wasukela uMathe wamgwaza ngosiba lokubhala okwabangela ukuthi alimale kakhulu ngaphansi kwelihlo.

UChimviri uphike wemba phansi ukuthi wagwaza umkakhe ngosiba, uthe baqala ukulwa endaweni egcwele ameva lamatshe kungakho ucabangela ukuba yikho okwalimaza uMathe. Ukuthoniswa kwecala leli kudluliselwe mhlaka 21 Mpalakazi.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds