Uncategorized

Udubule wabulala umkakhe esontweni

04 Apr, 2024 - 00:04 0 Views
Udubule wabulala umkakhe esontweni Umbhobho

uMthunywa

ISIKHULU samaphoyisa eLimpopo uLieutenant General Thembi Hadebe useyalele amapholisa ukuthi athungathe futhi abophe ngokuphangisa owesilisa osolwa ngokudubula abulale umkakhe esesontweni ngoMgqibelo.

Lesi sehlakalo kuthiwa senzeke eMadonde Shadani ngabo-6 ntambama ngoMgqibelo.

Kubikwa ukuthi umsolwa ungene emagcekeni esonto ngesikhathi ibandla lisadumisa wadubula umkakhe (45) ephinda phinda waphelela endaweni yesehlakalo.

Kusitatimende samapholisa, umsolwa ongaziwa iminyaka yakhe, ubaleke ngeToyota Corolla eyi-silver grey.

Amapholisa athe yize imbangela yalokhu ingaziwa kodwa ngeke akuchithe ukuxabana kwezithandani njengesizatho.

Amapholisa anxuse loba ngubani ongaba lolwazi olungasiza ukuthi kubotshwe umsolwa ukuthi atshayele umphenyi wecala uSergeant Mashamba Mbangiseni ku-079 424 3573 loba ku-08600 10111 okanye abikele isiteshi asize samapholisa.

 

 

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds