Uncategorized

Qaphela impahla zangaphansi ezikumpintsha kakhulu

22 Feb, 2024 - 00:02 0 Views
Qaphela impahla zangaphansi ezikumpintsha kakhulu

uMthunywa

KUYENZEKA ngesinye isikhathi izitayela zefeshini  lokuthanda ukubukeka kuhle kwenze ukuthi abanye abantu bakhohlwe ukuthi yini umsebenzi wesembatho sangaphansi. Basuke bebheke ukuthi sihle noma sibi, kuphele nje!

Ingcitshi zezempilakahle zithi uma abesifazane bekhetha izingubo zangaphansi ikakhulu amaphenti, bayakhohlwa ukuthi umsebenzi omqoka wawo, yikuvikela indawo ebucayi okuyisitho sangasese.

I-Axia Women’s Health ithe iloba amaphenti aleleyisi enza umuntu abukeke kahle kodwa kumele ucabangele ukuthi kungenzekani uma isitho sangasese sihuzuka ngenxa yokuthi ugqoke iphenti elikumpintsha kakhulu noma elingatshayisi umoya.

Odokotela bancoma ukuthi umuntu wesifazane uma ekhetha impahla zangaphansi, abheke ukuthi zisilungele yini isitho sangasese okutsho ukuthi sitshayisa ngomoya, ilembu esakhiwe ngayo iwatsheka kalula.

“Uma kusiza empilweni yesitho sangasese sowesifazane, kulezinto ezinengi ezingenza ukuthi silahle izinga le-pH, okudala ukuthi kubelula ukuthi sihlaselwe yi-yeast infection lokuthi umgudu womchamo awungenwa ngamagcikwane, i-urinary tract (UTI), noma i-bacterial vaginosis (BV). Amaphenti ayizitayela ezithile angandisa amathuba okuthi amagcikwane akhule. Uma umpitsheke kakhulu ungazithola utshabuka esithweni sangasese,” kuxwayisa uDkt Anne Honrby, eluleka kwi-Axia Womens Health.

Uqhube wathi iphenti elithungwe ngendwangu ewukotini yilona elifanele ukusetshenziswa. Wathi livumela ukuthi isitho sangasese siphefumule futhi libamba umswakama odalwa umjuluko. Liphinde libe yi-hypoallergenic okutsho ukuthi linodayi omncane noma amakhemikhali ngoba lolu hlobo lwendwangu lunjalo. Kulezindwangu okumele abesifazane bagweme ukuthenga izingubo zangaphansi ezenziwe ngazo, inayilon, i-spandex ngoba zingabamba umswakama futhi zenze isitho sangasese sibe yindawo yokuzalela amagcikwane.

Ama-thong (G-strings), uthe abukho ubufakazi bokuthi andisa amathuba okuthi umuntu wesifazane athole izifo. Ezinye izitayela ezifana lezakudala, i-bikini, i-mid-rise, noma ama-boyshort zintofontofo. Uma ungazithandi izintambo noma ukhathazekile ngemigqa ye-phenti, manje kulamaphenti ayizitayela ezingelamthungo ezenza ogqoke zona kube sengathi akafakanga lutho (seamless) ngoba amaphenti awabonakali.

UDkt Hornby uthe, izingubo zangaphansi ezimpintshana kakhulu zingavimbela ukungena komoya futhi zidale umswakama. Okungase kubangele ukuphazamiseka kwezinwele ezisamila. Ukungazigqoki izingubo zangaphansi ebusuku ngaphansi kwephijamu uthe kuyinto enhle ngoba kuvumela ukuthi isitho sangasese siphefumule.

Uqhube wathi kunconywa ukuthi utshintshe izingubo zakho zangaphansi kanye ngosuku. Uma kade ujima wajuluka ungase uzizwe ulesidingo sokutshintsha izingubo zakho zangaphansi izikhathi ezingaphezu kwesisodwa. Uma ubona umswakama owengeziwe kumele utshintshe.

 “Awukho umthetho wokuthi kufanele uzilahle nini izingubo zakho zangaphansi. Uma uzizwa sezilephunga noma sezinwebekile, lokho kusuke sekuphawu lokuthi sekuyisikhathi sezindala zilahle. Watsha izingubo zangaphansi njalo uma kade uzigqokile. Khetha insipho emnene engeke ilimaze isikhumba sakho. Kuyanconywa ukuthi usebenzise amanzi antukuntu uma uwatsha izimpahla zakho zangasese, ukuze kufe wonke amagcikwane,” kweluleka uDkt Hornby. – Isolezwe

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey

This will close in 20 seconds