Uncategorized

Kusolwa ukuthi iNdlovukazi idliswe itshefu

06 May, 2021 - 00:05 0 Views
Kusolwa ukuthi iNdlovukazi idliswe itshefu uNdlunkulu Mantfombi uMaDlamini Zulu

uMthunywa

KUSOLWA ukuthi uthathwe yisifo esiyamaniswa lokudliswa itshefu obeyiBambabukhosi lesizwe samaZulu, uNdlunkulu Mantfombi uMaDlamini Zulu eMzansi Afrika.

UNdlunkulu waKwaKhangelamakengane, ukhothame ngoLwesine. Leli phephandaba selingakudalula ukuthi sekulesikhatshana layizwa indaba yokuthi udunguzela nje uNdlunkulu, yingoba wadliswa itshefu khona ngaphakathi endlunkulu. Lokhu lakuthola ngomthombo osondele kakhulu endlunkulu. Umthombo wesibili, ongomunye wabantwana okhulume lephephandaba ngoLwesine, ngaphambi kokukhothama kukaNdlunkulu, uthe yindaba eyaziwa yiwo wonke umuntu ngaphakathi endlunkulu ukuthi wadliswa futhi uyaziwa osolwa ngokumdlisa.

“Hawu! Yinto eyaziwayo leyo. Isilo samemezela emcimbini wosuku lwaso lokuzalwa siKwaKhethomthandayo ngomunye umnyaka, ukuthi uNdlunkulu Mantfombi udlisiwe futhi sagagula legama likandlunkulu osolwa ngokumdlisa itshefu,” kutsho uMntwana.

Ekhuluma lesinye seziteshi ezingaphansi kwenhlanganiso yezokusakaza kuleli iSABC, uNdunankulu kaZulu, uMntwana Mangosuthu Buthelezi, uthe uyazi ngamahlebezi okudliswa kukaNdlunkulu okhotheme kodwa akafuni ukugxila kuwo.

Esitatimendeni asithumele leli phephandaba, uShenge uthe odokotela bekumele ngabe bamhlinzile uNdlunkulu kodwa “bancoma ukuthi kumiswe ukuhlinzwa kwakhe ngoba uuletshefu esibindini’’.

Ngokuthola kwephephandaba, isigameko senzakala ngo-2017 okwaphoqa ukuba uNdlunkulu okhotheme, aphuthunyiswe esibhedlela eMilpark, eGoli.

Egonyuluka ngokugula kweNdlovukazi, uShenge uveze ukuthi yibikwelakubo eSwatini emva kokuthi umnewabo iNgwenyama uMswati III, icele ukuthi ike iyokwelashwa ezweni lakubo. Uthe uhlale eside isikhathi ehamba esibhedlela saKwaManzini, khona eSwatini.

UMntwana Mangosuthu uveze lokuthi iNdlovukazi ilale isikhathi eside esibhedlela esiseGoli, iMilpark. Ike yabanjwa lubhubhane iCovid-19 kodwa yabuye yasinda.

Uthe konke lokhu kwenzeka nje, uNdlunkulu ubengakasindi ekuguleni obekumngenisa ezibhedlela. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds