Uphelezelwe yizinkumbi ngesizotha uRay Phiri

27 Jul, 2017 - 06:07 0 Views
Uphelezelwe yizinkumbi ngesizotha uRay Phiri

uMthunywa

IMBONGI esingwevu uDon Mattera ikhethe ukuhlonipha ngenkondlo ingwazi yomculi uRay Chikapa Phiri ebibekwa endlini yayo yokugcina izolo eMbombela eMpumalanga.

UMattera obeyingxenye yezihambeli ebezethamele inkonzo yomngcwabo kaPhiri, usebenzise inkondlo yakhe echaza umufi njengengcithabuchopho leqhawe.

Ebabaza ikhono lokuzithoba kwale ngwazi ebiphinde ihole iqembu iStimela.

“UPhiri ubeyisimanga somculi elethalenta elimangalisayo. Ungqondongqondo wokuqala lowokugcina, ujabulise izigidi zabantu bakuleli ngemidanso yakhe lomsebenzi wakhe wonke,’’ kutsho uMaterra ehaya inkondlo yakhe esihloko sithi, “It’s Healing Time Not Eating Time”.

Amazwi alohlonzi abebabaza ubuqhawe bukaPhiri afakazelwe layinkakha yomculi uSipho “Hotstix’’ Mabuse laye obengawuvali umlomo ngekhono likamufi etsho ukuthi indima yezomculo ife olwembiza kuleli.

“Angazi lokuthi ngizothini ngawe Phiri, angifuni ukulumbanisa amagama kodwa lamuhla kujatshulelwa impilo yakho. Siyethemba ukuthi ngeke siphange  sikukhohlwe,’’ kutsho uMabuse.

UMabuse ugcine ehluleka ukuzibamba wakhala ngesikhathi kukhulunywa ngomlando waleli qhawe.

Ngesikhathi umndeni kaPhiri unikwa ithuba lokubeka amaluba, indodana yakhe u-Akhona, ikhombise isibindi yageqa amagula ngoyise yamchaza njengeqathanzipho ebelingahlalwa mpukane.

“Ubaba ubeyincwasimende, yonke into eyenza ngesineke. Ubethatha isikhathi sakhe ngitsho ezothatha isinqumo ubeyicubungula kabanzi into. Siyafisa ukuthi lathi sisale lendlela abesenza ngayo. Siyabonga kubo bonke abasesekayo ngalesi sikhathi esinzima,’’ kutsho uAkhona.

Kudedelwe amaqembu ehlukene ahloniphe umufi ngomculo, phakathi kwawo kube yiLadysmith Black Mambazo, iMasibuyele kuJehova leqembu lakhe iStimela elivuse umunyu kwabaningi liqhulula amanoni alo odumo. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds