Uncategorized

Asikhumbuleni abaswelayo ngalesi isikhathi somqando

07 Jul, 2022 - 00:07 0 Views
Asikhumbuleni abaswelayo ngalesi isikhathi somqando

uMthunywa

Lonyaka umqando mkhulu futhi udinga ukuthi abantu bahlale begqoke okukhudumalayo.

Mhleli ngifisa ukuxwayisa ikakhulu omama abayibo abanakekela izimuli ukuthi baqinisekise ukuthi abantwana besikolo bagqoka impahla ezikhudumalayo ukuze bengabanjwa luphepha.

Kulusizi ukubona abantwana abahlala emaphandleni phakathi komqando ongaka, behamba ngenyawo bengela zicathulo, abanye begqoka okukhamisileyo.

Asizameni ukukhumbula abaswelayo ngalesi isikhathi ngokubapha impahla ezingabasiza.

MaMoyo, Pumula North Bulawayo

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey

This will close in 20 seconds