Pheka loMaMbamadzi: Inhloko lamangqina

18 Aug, 2017 - 12:08 0 Views
Pheka loMaMbamadzi: Inhloko lamangqina Amangqina

uMthunywa

INHLOKO yinyama emnandi ejayele ukudliwa ngobaba abayibo inhloko zemizi phela ekhaya. Izikhathi ezinengi kujayelekile ukuthi inhloko iphekwe lamangqina.

Okudingakalayo

— Inhloko
— Amafutha okupheka
— Isawudo
— Amanzi
— Amangqina

Ukupheka

— Phala isikhumba senhloko lamangqina ngokufaka kulangabi lomlilo ubusuphala ngengqamu uboya besikhumba buphume.
— Amangqina lenhloko kumele asale emhlophe ungawaphala.
— Phala ulimi ngengqamu lusale luhlanzekile.
— Khipha amasondo ngengqamu.
— Hlahlela inhloko kanye lamangqina nxa engawenkomo.
— Gezisa inhloko lamangqina anduba ukufake embizeni.
— Wapheke avuthwe.
— Thela isawudo kanye lamafutha ngokuthanda kwakho.

Ukudliwa

— Inhloko lamangqina kuhlabusa nxa kudliwa sokupholile.
— Kungadliwa lesitshwala kumbe ukunathisa ngetiye.
— Kuyadliwa ekuseni loba ngasiphi isikhathi.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds