Kuphelile ngoThembisa Mdoda le-OPW

31 Aug, 2017 - 02:08 0 Views
Kuphelile ngoThembisa Mdoda le-OPW UThembisa Mdoda

uMthunywa

UHLELO lomtshado oludlala kuMzansi Magic lusezinhlelweni zokuthungatha umethuli omutsha ozovala isikhala sikaThembisa Mdoda ngoLwesithathu okuvele ukuthi uyatshiya kulolu hlelo.

UThembisa Mdoda ubesezakhele udumo kubathandi balolu hlelo kangangokuba uma isikhala sakhe sike savalwa ngomunye umethuli bekusiba lokukhononda.

Kamuva nje isikhala sakhe sike sabanjwa nguNomsa Buthelezi ngaphambi kokuthi abuye futhi.

UThembisa kuthiwa utshiya kuloluhlelo ngoba sekuphele inkontileka yakhe ebisidonse iminyaka emibili kanti akukacaci ukuthi kungani ingavuselelwanga.

Ngesikhathi Isolezwe lithinta abeMzansi Magic bathe bazothumela isitatimende ngoLwesithathu esizocacisa ngaloludaba.

UThembisa uzakhunjulwa ngamagama akhe ekucineni kohlelo Our Perfect Wedding, “Sifike! Sabona! Satshadisa!” — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds