Lizobuya labalingisi abatsha Igazi elazakhela udumo

06 Apr, 2017 - 00:04 0 Views
Lizobuya labalingisi abatsha Igazi elazakhela udumo Ukhuza ibuya umdlalo Igazi, owatshiya abantu befuna impinda ngomnyaka odluleyo ngendlela owawutshiya ngayo abalandeli bemangele. Ababhekele umdlalo bathembisa ukushuba kwezinto labalingisi abatsha okukhona kubo loZolisa Xaluva (okwesokudla), uNomhle Nkonyeni loZikhona Sodlaka

uMthunywa

USEZALINGISA u-Andile Nebulana emdlalweni Igazi indawo kaJonga oyindodana yenkosi uMbangatha lonkosikazi wakhe uNomarashiya, ebidlalwa uThami Mngqolo owaduma kuGenerations edlala indawo kaSenzo.

Kulo umdlalo okulindeleke ukuthi uqale ngeSonto, kuzobonakala labalingisi abatsha kuwo.

U-Andile ubalwa kulabo abadlali abatsha ngemuva kokuveza kukaThami kwenye i-website yezindaba ukuthi ngeke abe kulo mdlalo kwisizini yesibili.

Waveza ukuthi kukhona ifilimu ayiqophayo okunzima ukuthi aphinde abonakale komunye umdlalo ngenxa yokuthi izikhathi ziyatshayisana.

U-Emma Ngomane, weMzansi Magic, uthe bajabule kakhulu ngokubuya kwalo mdlalo owaphela kwaba lezikhalo eziningi lobuya labalingisi abatsha.

“Kulo mdlalo omunye wabalingisi uZolisa Xaluva ozodlala indawo kaLuvo. Ungubaba omncane kaPhumza loBoysie osesele yedwa njengoba azalwa nabo sebashona. Ungumuntu othanda ukuzihlalela yedwa njengoba engatshadile futhi engelabo labantwana. Into ayithanda kakhulu wukulima anakekele nemfuyo yakhe,” kutsho uEmma.

Uthe uLuvo ungumuntu othembekile lowayefisa ukuthi ngelinye ilanga abe ngumlimi omkhulu ohlonitshwayo kodwa ngenxa yokungabi nemali wangakwazi ukuqhubeka lezifundo zakhe.

“Ungumuntu owagcina ebangeni letshumi, ulungile kodwa ulenkani uma kukhona izimo abhekana lazo,” kuchaza uEmma.

Uthe kuwo lo mdlalo kuzokwethulwa umndeni omutsha wakwaNgxabane oholwa inkosi uNgxabane okungumlingiswa ozodlalwa uqweqwe ekulingiseni uPatrick Ndlovu.

“Uyinkosi yesigodi esingekude lalesi esiholwa wubukhosi bakwaMbangatha. Yomibili imindeni yazana kudala futhi iyasebenzisana kusukela kudala. Ubuhlobo babo buqiniswe umtshado. Esizukulwaneni ngasinye bayaganiselana.

Inkosi izobonakala ifika kwaMbangatha ukuze ibatshele ukuthi indodakazi yayo isikulungele ukutshada loBantu (Anga Makubalo),” kuchaza * uEmma.

Esiqetshini sokuqala salo mdlalo uEmma uthe kuzobonakala umndeni wasebukhosini uzama ukuphila impilo entsha engasekho uNomarashiya kodwa abazi kukhona umoya omubi ovukayo endaweni abahlala kuyona.

“Kuba kubi ngosuku olukhulu lukaBantu (Anga Makubalo) loPhumza (Talitha Ndima), njengoba konakala izinto eziningi. Kodwa sizobona ukuthi ubudlelwano babo buzoqhubeka yini,” kuchaza uEmma.

Uthe uNomarashiya (Vatiswa Ndara) uzovela esejele futhi inzima impilo njengoba ehluleka ukwamukela ukwehlulwa.

“Le sizini yesibili yalo mdlalo wesiXhosa izoqhubeka lombango wobukhosi loBantu elwela ukubamba yonke into ayithandayo. UNomarashiya uzoqhubeka nezindlela ezingezinhle ukuze athole lokhu acabanga ukuthi okwakhe,” kutsho uEmma.

Isiqephu sokuqala somdlalo Igazi, sizokhonjiswa ngeSonto ngo-8.00 kuMzansi Magic (DStv Channel 161). — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds