Isandiso

04 Aug, 2022 - 00:08 0 Views
Isandiso

uMthunywa

Ukuphinda umphehlo – Isandiso

Siyini isandiso?

Isandiso ngolunye ucezu lwenkulumo olungena ngaphansi kwesikhanyiso njengesenzukuthi.

Isikhanyiso ligama elikhanyisa isilandiso.

Likhanyisa ngesenzo, ngesibanjalo, ngesichasiso loba ngesinye isikhanyiso (isandiso loba isenzukuthi) mayelana lesimo loba indawo loba isikhathi.

Izibonelo: Themba yiphathe kahle lengane. (isenzo).

Yinsizwa ngempela umfokaMkhwebu, (Isibanjalo).

Wamuthi ngxi emphinjeni ngezandla zombili (isenzukuthi).

Utshumayela kahle kakhulu lo umfundisi (isandiso).

Imihlobo yesandiso: Izandiso zendawo abanye bethi (Ondaweni).

Izandiso zesimo lezandiso zesikhathi kumbe izandiso zenkathi.

Isandiso sendawo (Ondaweni) –Ukwakhiwa kwezandiso zendawo emabizweni ezigaba 3-11, 14 lo 15.

Kungakachazwa ukuthi izandiso zendawo zakhiwa kanjani emabizweni alezi zigaba, ake sihlole lezi zandiso kuqala ezifakwe kuzigaba zazo kusukela kusigaba

3: umfula – emfuleni;

4. Imifula – emifuleni;

5. Ihhatshi – ehhatshini;

7.Isando – esandweni;

8. Izando – ezandweni;

9. Ingulube – engulubeni;

10. Izingulube – ezingulubeni,

11. Uluthi – oluthini;

14. Ubuhlalu – ebuhlalwini;

15. Ukufa –ekufeni.

Okuqatshelwayo ekwakheni isandiso sendawo: Ekuqaleni: Kuzo zonke izigaba unkamisa wokuqala webizo ususiwe kwathi esikhundleni sakhe kwaqaliswa ngo  e- oyisakhi sesandiso ngaphandle kwesigaba 11 lapho esiqalisa ngo – o.

Ngeviki ezayo sizaqala lapha sikhangela okwenzakala ekucineni kwamabizo.

Share This:

Sponsored Links