Isandiso

08 Sep, 2022 - 00:09 0 Views
Isandiso uhlelo

uMthunywa

Isandiso siyaqhutshwa
Kuviki ephelileyo siphethe isifundo sethu sitshengisa ukusetshenziswa kwesandiso sendawo. Sibone ukuthi isandiso sendawo singasetshenzoswa ukukhomba amabizo ezindawo kanje: Kubizo uMgungundlovu isandiso sendawo  /eMgungundlovu/.

Amabizo emifula: Izibonelo: uTshangane isandiso sendawo /eTshangane/.-uTshatshane – eTshatshane; uThukela – oThukela.

Amabizo ezintaba: Izibonelo: iBhalagwe – eBhalagwe; uNtabamhlophe – eNtabamhlophe.
Amagama okufika kumbe awezinye izizwe – iGoli isandiso sendawo – eGoli. Kumabizomuntu – amadoda -kumadoda, umuntu – kumuntu. Kumagama eZizwe– amaNdebele . kuMaNdebele, AmaZulu > kumaZulu.
Izakhi –k(u)- lo -s-. ubaba + u + -s + ekhaya > usekhaya. Lapha sigaxe u-s- oyisakhi sesandiso. EsiNdebeleni kuvamile ukuthi u-k- amelwe ngu -s- ukukhomba ukugudluka kwemisindo(Sound shift).
Izibonelo: vuka – vusa.

Ukwakhiwa kwesandiso sendawo esabizwneni soqobo: Izibonelo: Isabizwana ye(na), isandiso kuye(na); mina – kimi(na). Qaphela: Lapha sisebenzisa isakhi sesandiso u-ku- bese kusithi unkamisa -i- ongumnini woqobo abuyele emuva ukuyaguqula u-u- wesakhi sesandiso. Nanzelela ukuthi le ingcazelo kayijayelekanga kungenzeka ukuthi linghayizwisisi bafundi. Nanzelelani ukuthi esiNdbele uyatshiywa u-na oyisijobelelo lapho sikhuluma.

Ukwakhiwa kwesandiso esabizwaneni sokukhomba: Izibonelo: kusabizwana lowo isandiso ngu/kulowo/. Kusabizwana le, isandiso ngu /kule/.

Siqala lapha kusifundo esilandelayo.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds