Bethula amazwi endunduzo kuqembu leNdolwane

01 Feb, 2024 - 00:02 0 Views
Bethula amazwi endunduzo kuqembu leNdolwane Godolude

uMthunywa

Ethel Ncube

IQEMBU likaGodolude and Friendly Brother’s band lethule amazwi endunduzo kuqembu leNdolwane ngemva kokwedlula emhlabeni komunye wabo.

Iqembu leNdolwane lilahlekelwe nguPhumulani Ncube owaziwa ngokuthi nguMr Ceremony obhubhele koBulawayo ngoLwesithathu kuyonale iviki.

Intatheli ixhumane lomkhokheli weqembu likaGodolude uMandlenkosi Mpofu owazakala ngokuthi nguGodo obike ukuba kulahleke iqhawe leNdolwane.

“Ngethula amazwi endunduzo kumdeni wakoNcube ngithi duduzekani, iNkosi imbize wasabela. Ukufa akujwayeleki loba nini ngempela silahlekelwe hatshi iNdolwane kuphela kodwa sonke singabaculi silahlekelwa ngokuhanjelwa nguMr Ceremony akekho ongavala isikhala sakhe.” kubika uGodolude

Uqhubekele phambili eduduza iqembu leNdolwane.

“Bafowethu beNdolwane ngithi duduzekani eNkosini ephayo iphinde ithathe. UMr Ceremony siyohlala simkhumbula ngemisebenzi yakhe emihle ade eyenza imisebezi izasala ikhona ayingeke yafa.Lala ngokuthula Mr Ceremony,” kuphetha uMandla.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds