AmaWarriors dibadiba leGuinea

28 Aug, 2015 - 15:08 0 Views
AmaWarriors  dibadiba leGuinea

uMthunywa

YiNatheli kaMthunywa
IQEMBU lesizwe kunguqu elamaWarriors ngeSonto lilubhekisa eGuinea ukuyadibana leqembu lakulelo kumdlalo wokuzama ukungena kumqhugelwano weAfcon ka2016.

IZimbabwe ihlezi phezulu kwengalane kanye leSwaziland ngemiklomelo emithathu. AmaWarriors anqoba iMalawi 2-1 emdlalweni wakuqala.

Kuliviki abathandi bomdlalo bazwe umbiko wokuthi inhlanganiso yeZifa ikhethe njalo uCallisto Pasuwa ukuthi aqeqetshe kulumdlalo. Lokhu kulandela ukukhalala umsebenzi okwenziwe nguPasuwa.

Umdlalo wangempelaviki ubalulekile kakhulu ngoba uPasuwa uzadlalisa ithimu ajwayele ukuyibiza kulumsebenzi.
Kodwa ubudlwangudlwangu beZifa sebuvele baphambanisa amalungiselelo.

Ngesifiso sikaPasuwa, amaWarriors bekumele aqale ukulolonga ngoMvulo kodwa iZifa yehluleka ukuqoqa ngemfanelo.

Ekulotshweni kwaloludaba, ihofisi yembiko eZifa ithe abadlali abaphetsheya balakho ukwehluleka ukuza ekhaya ngesikhathi.

Ngesikhathi uMthunywa edingisisa ngamalungiselelo eqembu, isikhulumi seZifa uXolisani Gwesela uthe abadlali balomqeqetshi wabo enkundleni.

“Umqeqetshi usekhethile abadlali bakhe abazadlala lesizwe seGuinea kumncintiswano wokungena ku-final yeAfcon.

Njengoba kusaziwa, amaWarriors athola imiklomelo emithathu ngokunqoba iMalawi. Silethemba lokuthi bazadlala kuhle,” nguGwesela lo.

Abadlali abatshibilika kumaligi aphetsheya ababalisa uKhama Billiat, Bonnie Macaulay, Mathew Rusike loKnowledge Musona kuzwakala sebeveze ukuzimisela kwabo okugcweleyo.

Nansi ke ithimu ekhangelelweyo:

Onozinti: Washington Arubi (University of Pretoria), Elvin Chipezeze (Chicken Inn),
Tatenda Munditi (Harare City)

Imvimbi: Hardlife Zvirekwi (Caps United),Tendai Darikwa (Burnley), Milton Ncube (Ajax Cape Town), Costa Nhamoinesu (Sparta Prague), Patson Jaure (University of Pretoria), Teenage Hadebe (Highlanders), Justice Jangano (Caps United).

Esiswini: Willard Katsande (Kaizer Chiefs), Danny Phiri (Chicken Inn),Bonnie Macaulay (Colchester United) Khama Billiat (Mamelodi Sundowns), Kuda Mahachi (Mamelodi Sundowns), Quincy Antipas (Hobro)

Abagadli: Cuthbert Malajila (Mamelodi Sundowns), Edmore Chirambadare (Chicken Inn), Knowledge Musona (KV Ostende), Mathew Rusike (Halmstads Bk), Nyasha Mushekwi (Djurgardens).

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds