Uncategorized

Udutshuliwe obehlasela izalukazi

28 Jun, 2018 - 00:06 0 Views

uMthunywa

AZIKATHOLAKALI izihlobo zowesilisa okuthiwa udutshulwe watshona ngonogada ngoMvulo emva kokuhlasela umuzi wesalukazi ezokweba eMhlali. Kuthiwa lo msolwa ubevele ehlupha ngokuhlasela izaguga kule indawo njengoba kusehlakalo sokucina ebebamba inkunzi isalukazi esileminyaka engu-73.

Lo wesilisa imininingwane yakhe engakatholakali njengoba engaziwa, kuthiwa ubeselamanye amacala abewadingelwa ehlobene lokuhlasela izaguga.

Kuthiwa isalukazi sivuswe umsindo ekuseni, okuthe uma siyobheka emnyango, umsolwa wasikhombisa isibhamu wafuna izimpahla.

Okhuluma amapholisa KwaZulu-Natal uLieutenant-Colonel Thulani Zwane uthe azikatholakali izihlobo zikamsolwa futhi akwaziwa nokuthi ubehlalaphi. Uveze ukuthi isalukazi besisalele emzini waso eSalt Rock ngesikhathi sivuswa umsindo egcekeni. Kuthiwa umsolwa ubesehambile endlini yesalukazi ngesikhathi ethungathwa onogada abazimele emuva kokubikelwa ngalesi sehlakalo.

UZwane uthe umsolwa ubesolwa ngamanye amacala amabili lawo ahlobene lokuphanga emizini ekuyona le ndawo.

“Umsolwa usabise isalukazi ngesibhamu maqede wathatha umakhalekhukhwini, imali lezinye impahla.

Isalukazi sitshayele inkampani yabonogada, yathungatha umsolwa obesaseduze lalindawo. Onogada bebezama ukumbamba, wadubula kuqala onogada baphindisela kwatshona umsolwa,” kutsho uZwane.

Umufi kuthiwa utholakale lesibhamu esingekho emthethweni okusolakala ukuthi yiso abekhombe ngaso isalukazi.

“Kuvulwe icala lokuphanga kuhlonyiwe, kwavulwa ledokhethi lokufa komuntu eliphenywa amapholisa aseMhlali. Kusolwa ukuthi isibhamu esitholakale kumufi sasintshontshwe komunye umuzi ngesikhathi kuphangwa ngoNkwenkwezi lonyaka,” kutsho uZwane.

UZwane uthe isalukazi asilimalanga kulesi sehlakalo ngoba umsolwa uphume lempahla kuphela.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds