Uncategorized

Kudume amakhanda befelwa zinkomo ezidle itshefu

22 Nov, 2018 - 00:11 0 Views
Kudume amakhanda befelwa zinkomo ezidle itshefu Inkomo ezidle itshefu

uMthunywa

ZIKHIHLA esikaNandi izakhamizi zeNkunzi, eMnambithi, ezifelwe zinkomo ezidle itshefu okuthiwa ithelwe ngumuntu ongaziwayo emadlelweni zasala ziqumbile. Zibalelwa ku-20 sezizonke inkomo ezifileyo kulembuzi layo okuthiwa ikhothe endaweni efanayo yaqumba.

Abanikazi bazo bathi bafe olwembiza ngokufelwa yizinkomo, bathi basazibuza ukuthi ubebazondeleni othele itshefu emadlelweni ngoba le nto iyaqala ukwenzakala.

UMnumzana Nkili Mavimbela, uthe ezakhe zingu-9 ezifileyo. Uthi kuvele kwaduma ikhanda ngoba inkomo uzithatha njengensika yekhaya lakhe.

“Uma ulenkomo uyakwazi ukuthi uma kukhona okuvelayo uyathengisa inkomo uvale leso sikweledi. Ngifuyile impela ngoba kukhona lezamadodana ami asekhulile, manje linto isibuyisela emuva,’’ kubalisa uMavimbela.

UMnumzana Nkosenye Mazibuko laye obeklabise ezakhe izinkomo endaweni efanayo, uthe kufe ezingu-6.

“Sithole ukuthi kukhona umuntu ochithe ukudla kwezinkomo okufakwe itshefu ngoba uma inkomo idlile bekungathathi isikhathi eside ibonakale iqhasha bese iwela phansi. Inkomo kithi zilusizo ngoba singabantu bamasiko,’’ kuchaza uMazibuko ngokukhathazeka.

Bathe umanisipala wendawo ufikile wazokhangela isimo kwatholakala ukuthi sekuvele konakele kodwa bazigqibela izinkomo ezinye bazithatha zayohlolwa.

Okhulumela uMnyango wezokulima eKwaZulu-Natal, uNkk Phathisa Mfuyo, uthe bawutholile umbiko bawathatha amasampula ukuyohlola ukuthi yini edliwe yizinkomo. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds