ZINDALA ZOMBILI! IHwange isengozini

15 Jun, 2017 - 02:06 0 Views
ZINDALA ZOMBILI! IHwange isengozini

uMthunywa

YiNtatheli kaMthunywa
LE yiyo indlela esingachaza ngayo ubudlelwano obuphakathi  kwamaqembu ebhola likanobhutshuzwayo phakathi kweHighlanders leHwange. Amaqembu la yiwo amadala kumbali yebhola kumhlubulo ongezansi yelizwe njalo ayadibana ngeSonto kumdlalo weligi yeCastle Lager eMagumeni.

Isiphetho somdlalo asaziwa ngoba akula ongabika ngokuphangisa ukuthi yiliphi iqembu elizaphuma libobotheka kulumdlalo.

IHwange idonsa nzima kungalane yamaqembu okuyikhona okungayivusa ukuthi ize eBarbourfields ukuzoyangisa ithimu yezwe lonke egumeni layo. Imbali yokudlala kwamaqembu la iveza ukuthi iChipangano ayikaze inqobe iBosso kulinkundla. Kungabe kuyikuqala kumqeqetshi  wezimbamgodi uNation ‘Nato’ Dube ukwenza lokhu.

UDube ngeSonto uzabe eqala ukuhlangana lomqeqetshi weHighlanders uErol Akbay emsebenzini.

Umqeqetshi lo ubika ukuba usephendukile esikhundleni sakhe sokuqeqetsha iqembu leHwange FC ngakho iHighlanders ayikhohlwe ngokuthi izanqoba.

Kusukela ngo2014, izimbamgodi zamalahle azikaze ziyidle iHighlanders. Ngesizini ka2016, iHighlanders yahlohla amabhola amathathu emambuleni phezulu kweHwange.

Imbali le ayimethusi uDube.

Echaza indlela alungiselela ngayo umdlalo, uDube uthe iqembu lakhe seliqhube imidlalo yalonyaka kanzima ngakho ukuvuselela eBarbourfields kuzavula amathamsanqa emalahleni.

“Iqembu lisaphakama njengoba ubona ngesimo sethu kungalane. Kuyisifiso sami ukuthi sinqobe phezulu kweHighlanders. Umdlalo siwulungiselela njengayo yonke ngoba sifuna yonke imiklomelo.

“Abadlali bethu abanengi batsha eqenjini kodwa bayazi ukuqakatheka kokuthi sinqobe kuqembu elifana leHighlanders,” kutsho uDube ecingweni.

Imidlalo yeCastle Lager kulimpelaviki:

NgoLwesine: Bantu Rovers v Tsholotsho (Luveve), How Mine v Yadah (Luveve), Dynamos v Ngezi Platinum Stars (National Sports Stadium), Hwange v Caps United (National Sports Stadium).

NgoMgqibelo: ZPC Kariba v FC Platinum (Nyamhunga), Tsholotsho v Chicken Inn (Dulivhadzimo).

NgeSonto: Bosso v Hwange (Barborfields) Harare City v Triangle (National Sports Stadium), Ngezi Platinum Stars v Bantu Rovers (Nyamhunga), Chapungu v Dynamos (Ascot), Bulawayo City v Yadah (Luveve), Shabanie v Black Rhinos (Maglas), Caps United v How Mine (National Sports Stadium).

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds