Utholakale elecala lokudlwengula uBrickz

13 Jul, 2017 - 02:07 0 Views
Utholakale elecala lokudlwengula uBrickz

uMthunywa

SILALE sibaliwe isihlabani somculo we-kwaito uSipho Charles Ndlovu esidume ngelikaBrickz. INkantolo kamantshi yeRoodepoort eGoli imlahle ngecala lokudlwengula ngoLwesihlanu.

UBrickz wakhalelwa ngamasongo kaSigonyela ngoLwezi ngomnyaka ka2013, ngemva kwezinsolo zokuthi wadlwengula intombazane eyisihlobo sakhe eleminyaka engu-17 emzini wakhe oseRuimsig, entshonalanga yeGoli.

Kwabikwa ukuthi unkosikazi kaBrickz, uNkkz Nqobile Ndlovu, waba lelikhulu iqhaza ukusiza umgilwa ekuvuleni icala.

Bese kuphele iminyaka engaphezulu kwemithathu lumculi etshintsha enkantolo ngenxa yecala ebeliyinzukazikeyi.

Usethula isigwebo uMantshi, uJohn Baloyi, uthe uBrickz wehluleke wancama ukuchazela inkantolo ngezizatho ezingamenza atholwe emsulwa.

Ngemva kokulahlwa licala, uBrickz uholwe lipholisa eselibangise esitokisini lalapho ezogqunywa khona aze agwetshwe, okuyinto okulindeleke ukuba yenzeke ngeviki ezayo.

Njengoba etholakale elecala, imali engange-R50 000 ayeyibhadele ingeyebheyili ithethwe.

Wakhitshwa ngalimali ngemva kokugcinwa esitokisini inyanga yonke kodwa waze wasizwa ukuhambisa isicelo sakhe eNkantolo eNkulu yaseGoli.

Ngaphambi kokwenzeka kwaleli cala umkaBrickz wake wadalula enkantolo ukuthi lumculi wake walala lomahotsha ethakazelela usuku lwakhe lokuzalwa ngoMpalakazi ngomnyaka ka2012. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey

This will close in 20 seconds