Ubhodla umlilo umdeni kaLucky Dube ngabenza imali ngegama lakhe: Umbiko

05 Nov, 2015 - 14:11 0 Views
Ubhodla umlilo umdeni  kaLucky Dube ngabenza imali ngegama lakhe: Umbiko uLucky Dube

uMthunywa

UMDENI womhlabeleli we-reggae ongasekho emhlabeni  uLucky Dube udinwe ubhodla umlilo ngabantu abasebenzisa igama lalumculi ukukhulisa amabhizimusi  abo.

Ngokutsho kweSunday Sun, umdeni walumculi usukhathele ngamankampani labantu abasebenzisa igama lakhe ngenhloso yokwenza imali.

Emasontweni ambalwa edluleyo izinkundla zokuxhumana zazintwiza ngesikhathi uhlelo lwakumabonakude oluyintandokazi kuleli i-Our Perfect Wedding kuvele ukuthi imota yalumculi isiphenduke i-limousine kanti futhi manje isisetshenziselwe imicimbi eyikhethelo.

Indodana kaLucky, uThokozani utshele abephephandaba ukuthi kwamcaphula ukubona umnikazi wemota echoma kumabonakude.

“Lababantu bayithenga imota — akusesiyo kababa wami. Kungani besebenzisa igama lakhe ukuyikhangisa?’’ kubuza uThokozani.

UThokozani uphinde wathi ngamuva nje usanda kuthukutheliswa yindawo yokucitsha ukoma eGoli ebilomcimbi wokumhlonipha.

Kuzwakale ukuthi umdeni ubungazi ngalomcimbi, bazi ngawo emgwaqeni sebebona ezingqwembeni zokusakaza kanti kuyinto abayithathela phezulu.

“Labantu abakaze baxhumane labomdeni ngento efana lale. Kuyasimangalisa njalo kuyasethusa ukuthi kulabantu abafuna ukwenza imali ngegama likababa,phezu kwalokhu bengasitshelanga thina njengomdeni. Angihambisani laloluhlobo lokuziphatha kwalababantu abangosomathuba abaholwa yimali yobugovu,’’ kutsho uThokozani. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey

This will close in 20 seconds