Uncategorized

Kutshaqeke umphakathi ubona ondiza ngomthanyelo

03 Mar, 2016 - 00:03 0 Views
Kutshaqeke umphakathi ubona ondiza ngomthanyelo

uMthunywa

ZISELE zitshaqekile izakhamizi zeL KwaMashu enyakatho yeThekwini eSouth Africa ngesikhathi kubonakala owesifazane obenqunu endiza ngomthanyelo.

Izakhamizi zakulindawo zithi zizwe umsindo kungathi kulomuntu ohamba phezu kwezindlu zabo.

Zithi zibone owesifazane endiza ngomthanyelo.

Ngesikhathi izakhamizi zizama ukumbamba, uvele wabaleka, zasezibiza amapholisa kodwa akukho okungcono lawo akwenzileyo.

Esinye sezakhamizi, uNosipho Ngcobo, 35, uthi abakaze bayibone into efana naleyana.

UNosipho uthi ngesikhathi kufika amaphoyisa, owesifazane lo ukhiphe ipholisa emoteni wahlala phakathi.

“Utshele ipholisa ukuba aliphume emotweni. Iphoyisa lesilisa latatazela, laphuma emoteni.

“Owesifazane uhlale ngasesiteringini. Okulandele lapho sibone esehamba ngemota,” kutsho uNosipho.

Kodwa imizamo yakhe yokubaleka lemoto yamapholisa ayihambanga kuhle.

“Ushayise imitha lamanzi, wabeseyimisa imoto.”

Okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane ukuqinisekisile ukuthi amaphoyisa ayile endaweni yesehlakalo.

Kodwa alikho icala elivuliweyo. — Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey

This will close in 20 seconds