Izifundo zabo Grade 7

17 Jun, 2016 - 00:06 0 Views

uMthunywa

LINJANI bokhekhe? Ngithemba liqhuba kuhle ezifundweni zenu njalo liyazithakazelela. Kuliviki siza njalo lomunye umsebenzi. Kodwa akesiqale sikhangele impendulo zeviki ephelileyo.

(a) Ozeleyo kahlupheki.
(b) Umkhawulisile kumbe umlayile.
(c) Osokwenzakele sekwenzakele, asisukuzikhathaza ngakho.
(d) Loba engatshengiseli kodwa udabukile kakhulu.
(e) Umuntu ingabe into embi engafiswa lakulondwa muntu.
(f) Unginyenyezele ukuba ngilimuke.
(g) Siyalamba, asidli lutho.
(h) Uhambe akaze abuya okwesikhathi eside.
(i) Ungakhulumi kakhulu ngento engakaphumeleli.
(j) Ungathi uhawukelwe ngumuntu wathi woza sidle ingabe sinathe lawe ubusubiza abangane bakho.

Impendulo zomsebenzi wesibili
(a) Wasutha wathi nti.
(b) Wavuka wathi khwatshu.
(c) Weqa wathi tshopo.
(d) Kwasa kwathi ngwe.
(e) Laphuma ilanga lathi catsha.
(f) Wamkhangela wamuthi nhlo.
(g) Wakhwela wathi nombe.
(h) Wasukuma wathi lothu.
(i) Waqotshama wathi qotsho.

Umsebenzi wakule iviki.

Chaza lapha.
(a) Ulegazi elibi.
(b) Ulengalo embi.
(c) Ulethumbu elihle.
(d) Ulenhliziyo elukhuni.
(e) Ulomoya omuhle.
(f) Ulephaphu.
(g) Ulonyawo.
(h) Akalamathe.
(i) Uleminwe.
(j) Ulolimi.

Umsebenzi wesibili.

Chaza ukuthi lokhu kwenziwa ngani.
(a) Ihawu
(b) Udiwo
(c) Isiphungo
(d) Isihluzo
(e) Ibhetshu
(f) Ixaba
(g) Icansi
(h) Isiqhama
(i) Imbatata
(j) Isithebe
(k) Isilulu
(l) Umchilo
(m) Igoda
(n) Isigxingi
(o) Ihwanda
(p) Udlawu
(q) Umkhala
(r) Ugqwaqo

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey

This will close in 20 seconds