Uncategorized

Ipholisa lizibulala lomkalo ingane ibukele

04 Feb, 2016 - 00:02 0 Views
Ipholisa lizibulala lomkalo ingane ibukele

uMthunywa

“UBABA ubejwayele ukumtshaya umama. Bese kulesikhathi lokhu kusenzakala kodwa besingazi ukuthi usengacina ngokumbulala ngale indlela.”

Lawa ngamagama atshiwo yindodana yepholisa likaMasipala weTheku elingqokloze ngenhlamvu unina maqede lalo lazidubula ngeSonto ebusuku, eMkhumbane kulandela ingxabano okuthiwa ibithinta ukungathembeki emtshadweni.

UCaptain Sipho Nkwanyana (39) lenkosikazi yakhe uConstable Sibongile Smangele Nkwanyana (38), izidumbu zabo bezidindilize egcekeni emzini wabo okuBowood Crescent ngeSonto phakathi kwamabili.

Indodana yabo eleminyaka engu-12 ebihlezi lodadewabo oneminyaka engu-15, yibona abatshayele amaphoyisa ucingo bewabikela ukuthi abazali babo badubulene emuva kokuba indodana izibonele lesi sigameko.

Indodana yalezi zithandani, igama layo engeke silidalule ngenxa yeminyaka yayo, itshele Isolezwe ukuthi abazali babo bebehlala ngokuklwebhana kodwa akubonile akasoze akukhohlwa.

“Ngivule umnyango ngabona umama ehayiza ephuma emotweni abebehlezi kuyo. Umama ungimemezile ethi angivale umnyango, ubebaleka ezama ukuphuma ngesango.

“Ubaba ubemjaha ngesibhamu. Umficile, wamdubula kathathu. Bengibukele, kuthe uma eselele phansi umama igazi ligcwele phansi, wazidubula naye ubaba,” kutsho indodana yabo.

Ithe ngaleso sikhathi yona ibilunguza ngewindi ngoba kade ekhiyile emnyango, elandela umyalelo kanina.

Yena lodadewabo obekwelinye ikamelo babe sebethinta amapholisa ngoba sebebona abazali babo bedindilizile phansi bengasanyakazi.

Lo mfana ofunda uGrade 7 uthe bebesaba, bekhala, bengazi ukuthi kumele benzenjani.

“Ngithinte amapholisa ngawatshela ukuthi ubaba nomama sengathi bashonile, bagcwele igazi futhi balele phansi.

Ubaba nguyena umuntu obethintwa ngomakhelwane uma bezizwa bengaphephile ngoba bebazi ukuthi uyipholisa, kodwa ngeSonto bekumele ngithinte amaphoyisa ngoba lakho yena esebulele umama. Ngosuku nje olulodwa abazali bami bobabili bashonile, sengiyintandane,” kutsho yena ekhala.

Lo mfana ubebuye achiphize izinyembezi kubonakala ukuthi ubone lukhulu kodwa ubexoxa konke akubeke kucace.

Isolezwe lithole ukuthi lezi zithandani zaxabana kulandela ukuthi uNkkz Nkwanyana ebone umyeni wakhe ezikhiphile nomunye owesifazane.

Kuthiwa uNkkz Nkwanyana ube eseya ekhaya kubo eyopholisa ikhanda.

Esebuya kusuke umsindo, uNkwanyana esola unkosikazi wakhe ngokuthi naye uyajola njengoba ebengakwazi ukumthola ocingweni (ngesikhathi ekubo).

Lifika kulo muzi izolo, Isolezwe libingelelwe yingqumba yenhlabathi egcekeni, kugcwele izimoto okubalwa nezamapholisa kamasipala, kucaca ukuthi lukhulu oluvelile.

Ngemuva kwendlu bekupakwe izimoto ezintathu zalezi zithandani, iToyota Fortuner, iTazz le-Audi.

Bekuyaluza abantu, kusobala ukuthi lukhulu olwehlile.

UMnu Musa Nkwanyana, ongumfowabo omdala kaNkwanyana, uthe nabo bakhungathekile ngalesi sigameko esibavelele.

“Ngithintwe ngumama eseVerulam engitshela ukuthi uthintwa amapholisa amtshela ukuthi umfowethu nomakoti sebeshonile, umfowethu umdubulile.

“Uma sithola umfowethu ubecikwe wukuthi umakoti uhambile waya kubo (eNtuzuma) kusukela ngoLwesihlanu, uma emshayela ucingo ubengamtholi.

“Kuthe esebuya umakoti ngeSonto baxabana. Umcele ukuba bayoxoxa emotweni nokuyilapho emkhiphele khona isibhamu. Umakoti uphume wabaleka. Umjahile wamdubula egcekeni wabe esezidubula naye. Bobabili bashonele endaweni yesigameko,” kutsho uMusa.

Esinye isihlobo esikhulume neSolezwe, sithe yize uNkwanyana ebeshaya kodwa bebengakulindele lokhu.

“Ubabomncane besazi impela ukuthi uyashaya kodwa besingazi ukuthi angaze ambulale unkosikazi wakhe.

Ubengumuntu othulayo futhi nguyena obehlale esikhuza uma senza izinto ezingasile. Sitshaqekile ngokwenzekile,” kutsho isihlobo.

UNkwanyana ubechazwa njengomuntu othuleyo.

Amalungiselelo omgcwabo abengakaphothulwa.

Okhulumelama amapholisa KwaZulu-Natal uLieutenant Nqobile Gwala uthe amaphoyisa aseCato Manor avule icala lokubulala ledokodo ngokushona kwalezi zithandani ezashada ngo-2001. — Ubulembu.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey

This will close in 20 seconds