Bazabhema bakholwe koweSoul Brothers

14 Sep, 2023 - 00:09 0 Views
Bazabhema bakholwe koweSoul Brothers uBig Zulu

uMthunywa

ABATHANDI bomculo wesintu ovutshelwe eNingizimu Afrika bazabhema bakholwe kuSoul Brothers Annual Heritage Celebration eNewtown Precinct (Baseline) eGoli, mhlaka 16 Mpandula kusukela ngo-12 emini.

Omunye wabagqugquzeli balo mcimbi futhi ongomunye wabasunguli beSoul Brothers, uMoses “Black Mose” Ngwenya uthe babophele kakhulu kulolu suku.

“Le-festivali iqukethe izinhlobo ezahlukene zomculo ngoba sigubha amagugu akuleli. Yingakho sicabange ukuthi singaqhakambisi umbhaqanga kuphela kodwa sibandakanye lezinye izinhlobo zomculo.”

Uthe baxhumana loMnyango wezobuCiko lamaSiko lezeMidlalo ukuba ubaxhase ekuhleleni umcimbi, ozohlanganisa zonke izinhlobo zomculo waseNingizimu Afrika.

uMoses ‘Black Mose’ Ngwenya

“Silesicathamiya, umaskandi, lalaba abadlala i-hip hop abadumile, abaculi bamaTsonga labamaShangane baseLimpopo esizoba labo ngesonto.

Khona sithokoze kakhulu ukuthi uma sikhuluma lohulumende asibonelele ukuthi siyenze le nto ngoba iSoul Brothers liqembu elikhulu futhi eselidonse iminyaka eminengi.

Uma ngibuka, bonke laba bantu esilabo basengemuva kweSoul Brothers.”

UBlack Mose ugqugquzele abantu bakuleli ukuba batheleke kulo mcimbi ngobunengi babo bazogubha labo inyanga yamagugu.

Kubaculi abazobe besina bededelana ngalolu suku kubalwa iSoul Brothers, Big Zulu, Khuzani, Lwah Ndlunkulu, Dr Joe Shirimani, Phuzekhemisi, Thokozani Hadebe, Sphamandla Masondo, Mhan Flo loFelikhono.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey

This will close in 20 seconds