uMthunywa

Isabizwana senani

Isabizwana siyaqhutshwa
Isabizwana senani (Isabizwana sokubala)

Lamhlanje siqala lapho esiphethe khona kuviki ephelileyo. Uma isivumelwano senhloko singungwaqa lonkamisa sihlangana lesakhi, bese unkamisa wesivumelwano asuswe adedele isakhi. Izibonelo: l(u) + o + nke; b(a) + o + dwa > bodwa.

Isigaba Okhulumayo ubunye, okhulunyiswayo ubunye lesigaba 1 zisebenzisa iziqalo zemvelo ezingakhiwa lesiqu u-dwa.

Iziqu zokubala –bili, -thathu, – ne njalonjalo zingahlelwa zimele ubunengi kuphela kanje: Isigaba 2 bobabili bobane, bobathathu. Isigaba 4 yomibili, yomine, yomithathu. Isigaba 6 omabili/womabili, omathathu/womathathu. Isigaba 8. Zozimbili, zozine, zozintathu. Isigaba 10 zozimbili, zontathu, zozine.

Isigaba 14. Bobubili, bobune, bobuthathu. Isigaba 15 kokubili, kokune, kokuthathu.

Lezizabizwana ezilalezi iziqu zingakhiwa ngezindlela ezehlukeneyo kanje: Singasebenzisa isivumelwano senhloko lesakhi sesabizwana u “o” kanye lesiphawulo. Uma sisebenzise le indlela unkamisa wokuqala wesiphawulo uyasuka. Izibonelo: i- + o + (e)mibili > yomibili; b(u) + o + (o)buthathu > bobuthathu. Z(i) + o + (e)zine > zozine.

Singasebenzisa isivumelwano senhloko lesakhi sesabizwana kanye lesibanjalo. Qaphela ukuthi sizaqala lapha kuviki ezayo.