Zinkani zababili uSneziey loLuyolo kuma-Idols SA

14 Nov, 2019 - 00:11 0 Views
Zinkani zababili uSneziey loLuyolo kuma-Idols SA Oyedwa phakathi kukaSneziey loLuyolo ngeSonto uzanikwa isicoco sokudla umhlanganiso ohlelweni lwama-Idols SA njengoba kuyibo bobabili manje ababhekiwe

uMthunywa

USNEZIEY loLuyolo abasele kuhlelo lwama-Idols SA, bathi bebengakulindele ukufika la abakhona njengoba ithalenta ohlelweni lwalonyaka beliphezulu. 

Oyedwa kubo uzathatha isicoco kuhlelo lwangeSonto.

UMicayla laye obelethalenta elimangalisayo ukhitshwe ngamavoti ngeSonto. 

Laba bobathathu bebese-USA lapho akade beyofunda ngezinto ezahlukeneyo ezithinta umculo.

Isolezwe libe lengxoxo ekhethekileyo loLuyolo loSneziey njengoba oyedwa kibo ezathatha isicoco sesizini yesi-15.

USneziey Msomi weMlaza uthe ufisa ukuthi aluba unina usaphila ukuze ambone njengoba esenza kuhle kangaka emculweni.

“Nxa besitsho bathi ngifuze umama ngokucula. Kodwa kukhona konke ngibonga indlela ugogo enze ngayo ngoba ungikhulise kuhle futhi wangixhasa emculweni kuze kube yimanje. Njengoba ngikulesi sigaba nje ubeqala selokhu ngaba khona ukungitshela ukuthi uyaziqhenya ngami okutsho lukhulu kimi. Ngiyabonga labantu abangithanda ngosuku lokuqala bengibona kulolu hlelo kuze kufike manje, abakwenzile kutsho lukhulu kimi laphezu kwezimo engibhekane lazo kodwa baqhubekile lokungisekela,” kuchaza uSneziey.

Uthe lanxa elovalo ngokuzokwenzeka ngeSonto kodwa ulindele noma yini njengoba esengenile endimeni yomculo.

“Loba ngingawinanga kodwa emculweni angisabheki emuva njengoba uma kuphela uhlelo nje ngizimisele ngokuqopha i-albhamu yami yomculo wokholo. Lengoma engiyikhiphe kulolu hlelo yenza kahle kakhulu abantu bayithakazelela lokho nje kuyangijabulisa. Lolwazi lomculo engiluthole e-USA ngizolusebenzisa njengoba kukunengi ebengingakwazi kodwa kuleliya lizwe ngifike ngakubona.” 

Insizwa yase-Eastern Cape uLuyolo Yiba, layo ibonge abalandeli bayo abayivotele yaze yafika lapho ekhona manje.

“Abantu abanengi bathi bengicatshile kulolu hlelo ngaqhamuka nje kungalindele muntu, kodwa mina engingakutsho yikuthi abantu bebenganginakile njengoba selokhu ngafika bengenza ngendlela eyodwa. Ngijabule ngokufika kuTop 2, uma kungenzeka ngiwine ngizobheka phambili emculweni ngoba kunengi engifuna ukukwenza noma ngingawinanga umculo ngizoqhubeka ngawo,” kuchaza uLuyolo.

Ube esethembisa abalandeli bakhe ubumnandi ohlelweni lwangeSonto njengoba ethe uzobalethela izingoma ezimnandi zodwa. 

Kulolu hlelo lokucina lwalonyaka kuzonandisa abaculi okukhona kubo uVusi Nova, DJ Zinhle, Sho Madjozi labanye.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds