UZola uzochaza adlule kukho ngomculo

20 Apr, 2023 - 00:04 0 Views
UZola uzochaza adlule kukho ngomculo Zola 7

uMthunywa

INGWAZI yomculi, uBonginkosi “Zola 7” Dlamini, uzachaza izimo adlule kuzo ngesikhathi iphathekile emzimbeni emculweni ozophuma maduze.

UZola odume ngokucula, ukwethula izinhlelo zethelevishini lokulingisa, waveza ukuthi ubanjwe yikugula okumenza adlikize angabe esakwazi lokutshayela.

Ekuqaleni komnyaka odluleyo ube sematheni kuvela ukuthi isimo sakhe asisihle.

Imeneja wakhe, uSiki Kunene, uthe uZola uzachaza konke emculweni wakhe omutsha.

Emasontweni amabili edluleyo ukhiphe ingoma  ethi Skinny Jean ayenze ngokuhlanganyela loXisti loVukani. Abanye abantu bebeyihleka ezinkundleni zokuxhumana ngemva kokubona i-video yayo.

“Ingoma kwakungumbono nje owafika bezihlalele ekhuluma ngokuthi ama-jean amatsha ayampintsha. Yingoma emnandi eqhamuke esithubeni. Ubefuna ukuba yingxenye yayo ukukhombisa abantu ukuthi uyaphila lengoma engelakho okunengi ngoba kunengi osekwenzekile. Ubefuna ukungabuyi ngengoma ejulile,” kutsho uSiki.

Zola 7

Uthe lo mculi uleyakhe i-albhamu ezophuma kanjalo lenye ingoma apikwe kuyo nguZakwe.
“Bekuhlelwe ukuthi i-albhamu iphume ngaphambi kokuphela kwenyanga ngoba yinyanga yakhe yokuzalwa kodwa kukhona okusahlelwa.

Mhlawumbe kuzakuba yinyanga ezayo. Yilapho ezobe etsho khona ukuthi ubekuphi ngokomqondo langokomoya. UZola abamaziyo bazomuzwa khona abantu.

Kukhona lenye ingoma ayenze loZakwe ezoba ku-albhamu kaZakwe. Uyachaza konke okwenzeke kuye.”
UZola umenyezelwe ezinkundleni zokuxhumana nguNgqongqotshe wezemidlalo, ubuciko lamaSiko kuzwelonke, uZizi Kodwa, njengengenxusa abazosebenza lalo kwezobuciko.

USiki uthe uZola ubekholwa ukuthi ungqongqotshe odlule womnyango uNathi Mthethwa “ubengawenzeli lutho” amaciko.

“Ujabule ngokufika kukangqongqotshe omutsha futhi ubefuna ukuba lengxoxo laye atsho izikhalazo zamaciko amnikeze lemibono. UNathi wayengekho eduze kwamaciko, wayevela uma kulesifo noma kulomcimbi omkhulu.”- Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/JRD3VTT" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds