Uhlelo

13 Jun, 2024 - 00:06 0 Views
Uhlelo

Isichasiso siyaqhutshwa

Ubumnini besibaluli

Ubumnini besibaluli wakhiwa ngokuqalisa ngesivumelwano sesibaluli ecezwini oluyibumnini. Izibonelo: Ngaphansi kwezihloko: Isivumelwano sesibaluli + ubumnini > kutholakale ubumnini wesibaluli: e + zakhe > ezakhe; o +bami > obami njalonjalo. Qaphela ukuthi ubumnini besibaluli usebenza emutshweni andulele ibizo alichazayo, uyasebenza ukugcizelela

Izibonelo: Obakhe ububi buyababazeka. –eyazo izitha zibonakele. Izivumelwano e- lo o- yizo ezenza ukuba ubumnini busebenze njengesibaluli. Lesi sakhi sesibaluli sakheka ngokuhlanganisa isakhi sesichasiso u a- kulowo nkamisa wokuqala wesiqalo sebizo kube sekusiba khona inguquko kukankamisa anduba kujotshelelwe ngobumnini boqobo

Izibonelo: a +u + i + lwayo – olwayo uluthi olude. –a + i + ezayo – ezayo izitha zinhle.

Ubumnini besibaluli bungakhiwa ngobumnini obukhanyisayo. –a + i + zomdabu – ezomdabu azelapheki. –a + i + zomuntu – ezomuntu izitsha zifile. – a + u + womfana – owomfana umthwalo uyasinda.

Ubumnini bamabizo esigaba1(a). Funda imitsho elandelayo: Izinkomo zikamamume zintsontshiwe. Indlu kagogo iwile. Isidleke somvundla sibhidlikile. Sizakuma lapha lamhlaka ngosuku oluzwayo sizaqala ngokukhangela   ukwakhiwa kobumnini besigaba (1a).

 

 

Share This:

Sponsored Links