Uncategorized

‘Ucansi, udlame lotshwala kuyimbangela yokutshona kwabantu’

24 Nov, 2022 - 00:11 0 Views
‘Ucansi, udlame lotshwala kuyimbangela yokutshona kwabantu’

uMthunywa

UKUNATHA kakhulu utshwala lokuya emacansini okungavikelekile, yizinto ezihamba phambili kweziyingozi ezingakubeka engozini yokuthola izifo kuleli.

Lokhu kuvezwe lucwaningo olwenziwe yisikhungo, iSouth African Medical Research Council (SAMRC). Lolu cwaningo luveza ukuthi izifo ezinengi ezihlasela abantu ziyamaniswa losikompilo abazikhethele lona.

USolwazi Debbie Bradshaw wophiko olucwaninga ngezifo kulesi sikhungo, uthe ucwaningo olwenziwayo luveza ukuthi esikhathini esinengi, uma kubhekwa imbangela yokufa komuntu ngaphambi kwesikhathi, bathole izinto ezidala lokho.

Udlame

“Izinto ezifana lodlame lwasekhaya noma olwenzeka emphakathini, ukuya emacansini ungazivikelekanga, umfutho wegazi ophezulu, yizinto ezihamba phambili ezibulala abantu kuleli, esikholwa ukuthi zingavikeleka,” kutsho uSolwazi Bradshaw.

Uqhubeke wathi kulolu cwaningo, ezinye zezinto ezitholakale kulo ziyefana lezitholakale ngo-2012, okuyizinto okumele ukuthi ziqatshelwe ukuze kwehle izifo ezibulala abantu singekho isidingo.

“Sikholwa ukuthi kusukela ngo-2020, ukuya emacansini okungaphephanga sekwehlile. Ukusetshenziswa kwamakhondomu kwenyukile kodwa ukusabalala kwesifo akukehli. Uma singakwazi ukugwema ukuya ocansini olungaphephile singabona kwehla isibalo sabahaqwa yiHIV lezifo zocansi ezithathelwanayo. Ukuphuzwa kotshwala kuyasetshenziswa njengendlela yokuthola ucansi olungaphephile,” kutsho uSolwazi Bradshaw.-Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/JRD3VTT" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds