Uncategorized

Sekufe izingane ezingu-10 ngokudlala isitabane

19 Sep, 2019 - 00:09 0 Views
Sekufe izingane ezingu-10 ngokudlala isitabane

uMthunywa

INKAMPANI ebhekele ukuhamba kwezitimela, iPassenger Rail Agency South Africa (Prasa) KwaZulu-Natal, ikhathazekile ngokutshona kwezingane ezibalelwa ku-10 ezidlala isitabane lezitshuza phezu kwesitimela yize le nkampani ilemikhankaso yokuxwayisa izingane ngobungozi balumdlalo. 

Isitabane ngumdlalo okhonzwe ngabafana abancane abasuka bafune  “ukugcwalisela” ontanga babo ukuze babone ukuthi balesibindi sokugxamalaza esipolweni  noma balale kuwona bese bevuka uma isitimela sesiseduze.

Abanye babagcwalisela ngokutshuza phezulu esitimeleni sihamba bame ngezinyawo, baphinde balale ukuze bavike izintambo zikagesi.

UNkosikazi Thabile Kunene, obhekele ezokuxhumana kwaPrasa KwaZulu-Natal, uthe badinga usizo lwabazali ukuqeda imidlalo yokutshuza lesitabane ezitimeleni.

“Sisanda kuya eThekwini Primary School lapho osekutshone izingane ezintathu ngenxa yesitabane. Zibalelwa ku-10 izingane esezitshonileyo ngenxa yokudlala isitabane eKwaZulu-Natal. Uma sikhuluma lezingane ububona ukuthi ziwazi kahle lumdlalo, yizo ebezisitshela ukuthi kwenziwa njani. Sikhulume lazo sazitshela ukuthi uma udlala isitabane uyafa noma uqamuke umlenze. Uma utshuza phezu kwesitimela uyatsha ungqongqe noma izintambo zikagesi zikuqamule umgqala kuhlukane umzimba lekhanda. Utsha ube njengomqwayiba ufe.” 

Ucele abazali ukuthi bangenele ngokukhuza izingane ngoba ezinye ziyalalela uma iPrasa iziqwatshisa ezikolo kodwa ezinye ziyaphikelela ngokudlala lumdlalo oyingozi. 

“Siyacela abazali bakhuze izingane, ngitsho abangazizali kufanele bazikhuze ngoba kuyingozi ukutshuza esitimeleni lokudlala isitabane. Kufanele ukhuzwe lumdlalo ezikolo, emasontweni lasemphakathini,” kutsho uNkszn Kunene.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/JRD3VTT" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds