uMthunywa

Lisematheni ivukuvuku elinguDJ Sbu

UZIZWA ethobekile uDJ Sbu ngethalenta lowesilisa omkhiphe enjengoba enjalo, ngesikhathi egela omunye umuntu.
UDJ usematheni ngokuba livukuvuku elinobhebhenene wentshebe lenwele ezilengayo. USbu ujatshuliswe ngowesilisa ozichaza njengomlandeli wakhe omkhulu, ogele omunye indevu wenza isitayela esifana laye ngqo.

Owesilisa owaziwa ngo-@vein.unity unikele ezinkundleni zokuxhumana eveza isitayela esitsha sikaDJ Sbu.

Lumlisa ubhale ukuthi yindlela ahlonipha ngayo uDJ owaziwa ngokuba yiphanta futhi uyamkhuthaza njengosomabhizinisi. Naye uyafuna ukuthuthuka emsebenzini awenzayo. Indlela abukeka ngayo lo ishiye abaningi bephoxekile ngokuthi akaselona leliya geza lensizwa ayayithandeka futhi izithanda. Exoxa nozakwabo uPenuelwe kwiPodcast, The Virtual Mkhukhu ngokuthi kungani esebukeka njengoskhotheni futhi esegqoka izimpahla ezizodwa zombala ompunga.

Virtual Mkhukhu

USbu uphendule ngokuthi yisinqumo asithathile sokwenza okuhlukile, akhulise izinwele zakhe ngoba uyaqala ukuzikhulisa.

Indlela abukeka ngayo lo ishiye abaningi bephoxekile ngokuthi akaselona leliya geza lensizwa ayayithandeka futhi izithanda. Exoxa nozakwabo uPenuelwe kwiPodcast, The Virtual Mkhukhu ngokuthi kungani esebukeka njengoskhotheni futhi esegqoka izimpahla ezizodwa zombala ompunga.

USbu uphendule ngokuthi yisinqumo asithathile sokwenza okuhlukile, akhulise izinwele zakhe ngoba uyaqala ukuzikhulisa.