Kungase kutshiye izinjini zomdlalo wodumo Imbewu: The Seed

16 May, 2020 - 08:05 0 Views
Kungase kutshiye izinjini zomdlalo wodumo Imbewu: The Seed uTony Kgoroge

uMthunywa

KUNGASE kutshiye injini yomlingisi odlala phambili kuMbewu: The Seed, uTony Kgoroge, osekuvele ukuthi kulombango ophakathi kwakhe labaphathi balo umdlalo.

UTony odlala indawo kaZimele kulo umdlalo, kuthiwa uzophuma ngokufa loKoobeshen Naidoo, odlala indawo kaPranav Rampasard. Bobabili bayizinjini zalo mdlalo njengoba bedlala izindawo eziqakatheklileyo zokuphatha iMaluju Oil eyinsika yomdlalo.

Ngokuthola kweSolezwe ngeSonto kuthiwa laba balingisi bazokhitshwa ngokufa kungalindele muntu.

“Akuqondakali noma zizoqedwa yini izindawo zabo noma kuzofakwa abanye abazozithatha baqhubeke lapho abacine khona.

“Laba balingisi bazobe belandela uMlamli Ningiza, obedlala indawo kaPastor Ndamase, owachithwa kulo mdlalo ngemva kokweqiwa ngezinye iziqephu ngenxa yokuphutha emsebenzini.

“Ngaphandle kwalaba balingisi, inengi inguquko ezakwenzeka kulo mdlalo njengoba kukhona labanye abalingisi abatsha abazojoyina lo mdlalo,” kutsho umthombo.

USma Mathibeli ungomunye wabalingisi abatsha abasanda kufika.

Kuthintwa uTony, uthe useyingxenye yomdlalo kodwa zikhona izingxoxo ezikhona phakathi kwakhe labaphathi bawo.

“Ngiseyingxenye yomdlalo, izingxoxo ezikhona phakathi kwami labaphathi zithinta inkontileka yami njengoba kukhona esikudingidayo ngayo. Lokho-ke kuhlale kuyingxenye yempilo yami. Asilwi labo kodwa siyabonisana,” kutsho uTony.

Okhulumela Imbewu: The Seed, uMlondi Dlungwane, uthe akukho afuna ukukuqinisekisa ngalolu daba ngoba bekuvaliwe kuMbewu.

“Ngokwazi kwami izindawo abazidlalayo azikakafiki lapho. Imbewu: The Seed ivalile kumanje kuzoze kubuyelwe khona ngesonto elizayo. Ikhona kuzocaca uma sekuqhutshekwa ngokuqopha, yingakho kulukhuni ukuthi ngikuqinisekise ukuthi kukhona yini umlingisi ozotshiya emdlalweni,” kutsho uMlondi.

Kwenzeka lokhu-nje, uKoobeshen kuthiwa watshiya ngitsho umsebenzi wakhe wokufundisa njengoba ebefundisa iDrama kwesinye sezikhungo eThekwini, wayogxila ekulingiseni.

UTony wangena esikhaleni sikaMpumelelo Bhulose kwiMbewu: The Seed, owatshiya kulo mdlalo kungezwenwe. Kulezi zinsuku kuMbewu: The Seed, kubonakala uPhakade (Sandile Dlamini) esondelene kakhulu loNokubonga Bhengu uMaZulu (Leleti Khumalo), ongunkosikazi kamfowabo uZimele, futhi behluleka ngitsho yikuzibamba ngokuthandana kwabo.

Lokhu kungenxa yokuthi ezinye izingane zikaMaZulu wazizaliswa nguPhakade njengoba engumfowabo kaZimele, okwadalwa ukuthi babesola ukuthi uZimele akananzalo.

Ngitsho nasemafeni akhe uPhakade ubhale uMaZulu, okushiya umbuzo ukuthi ngabe ikuphi inhloso yakhe ngalesi senzo.

Lokho kwenza kube nezinsolo zokuthi sekuzoba nguyena othatha inkampani kaZimele, iMaluju Oil njengoba yasungulwa ngemali yakhe uPhakade, eyatholakala ngokudayisa izinkomo.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/JRD3VTT" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds