Uncategorized

Ixhegu ligamula umakhelwane isihlathi kubangwa indawo

08 Oct, 2020 - 00:10 0 Views
Ixhegu ligamula umakhelwane isihlathi kubangwa indawo

uMthunywa

YiNtatheli kaMthunywa
KULEXHEGU elileminyaka engu-68 lesiqintini seJotsholo eLupane elimiswe phambi komthethwandaba weLupane ngoLwesithathu kuyonale iviki lisetheswa icala lokuzama ukubulala kulandela ukugamula umakhelwane walo isihlathi.

Umsolwa uObert Ncube umiswe phambi kukamantshi uMnumzana Ndumo Masuku esetheswa icala lokuzama ukubulala uMnumzana Cornelius Mnkandla olokhu elalisiwe esibhedlela seSt Luke’s.

Kubikwa mhlaka 5 kuyonale inyanga ngemva kwemini enkulu, uNcube wayesemasimini akhangelane lomuzi kamamangala, ophinda abe ngumakhelwane wakhe egamula amadenje.

Kuzwakale ukuthi umamangala walanda umsolwa wambuza ukuthi kungani egamula amadenje ensimini yakhe basebexabana uNcube laye ethi yindawo yakhe.

Inkundla izwe ukuthi belokhu besaphikisana uNcube wadobha ihloka wagamula uMnkandla esihlathini sesandleni sokudla wawela phansi.

UNcube ebona ukuthi usewile wasuka wahamba. Umamangala wenelisa ukugaqa ngamadolo waya emzini wakhe lapho abafika bamthwalela esibhedlela.

Umantshi udlulisile phambili ukuthoniswa kwecala leli kumhlaka 20 Mfumfu njalo uzabuya enkundleni evela esitokisini.

Umtshutshisi kulelicala bekunguDerrick Nkosilathi Ndlovu.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/JRD3VTT" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds