Isizaphuma i-albhamu kaSjava loBig Zulu

27 Apr, 2023 - 00:04 0 Views
Isizaphuma i-albhamu kaSjava loBig Zulu

uMthunywa

BATHI iza ngenyanga ezayo i-albhamu entsha kaSjava loBig Zulu abasematheni ngemva kokukhipha ingoma ethi Umbayimbayi.

Laba abaziwa ngokuthi ziNkabi Zezwe batsho lokhu njengoba le ngoma ifinyelele kuGold lePlatinum ngemva kwamasonto amabili iphumile. Ukwenza kwayo kahle ezinkundleni zokuxhumana kubenze bacabanga ukukhipha i-albhamu ephelele.

Bobabili bekhuluma ngempumelelo yale ingoma baveze ukuthi ukungajahi ukwenza ingoma ndawonye bakholwa ukuthi yikho okwenze impumelelo ngale ngoma yabo, ngoba abalandeli babo besebelinde isikhathi eside kakhulu ukubona umsebenzi wabo behlangene.

“Siyabonga kakhulu ngothando abantu abasikhombise lona sikhipha le ingoma. Manje sizimisele ukwenzela abalandeli bethu omunye umculo abazawujabulela. Uthando loxhaso esilutholile ngekesize silukhohlwe lula. Loxhaso esiphinde saluthola kubantu abahlukene senza ezinye izingoma lalo lukhulu kakhulu. Sibe lokuzethemba okukhulu ngesikhathi senza lo umsebenzi njengoba besilabantu abasesekayo sabona ukuthi umculo wethu wamukelwe kuhle, lokhu kusinika ukuzethemba okukhulu kokuqhubekela phambili,” kutsho uBig Zulu.

Le ingoma esidlalwe abantu abangaphezu kwe-2.8 million ezitolo ezahlukene zomculo ku-internet baveze ukuthi yenze kahle ngitsho eziteshini zokusakaza ezehlukeneyo kulelo.

“Umculo uthatha isikhathi eside kanjalo kumele unake konke okwenzayo uma uwenza. Besifuna ukuthi sikhiphe ingoma ngokuhlanganyela kodwa besilinde isikhathi esilungile ukwenza lokho. Indlela okwenzeke ngayo konke kuhambe kahle, ukube sajaha ukwenza izinto mhlawumbe ngabe isasasa alibanga likhulu kangaka,” kusho uSjava.

Laba baveze ukuthi abantu sebengaqala bathenge amathikithi emicimbi yabo abazoyenza kusukela ngoNhlangula lapho bezohambela khona amadolobha ehlukeneyo bejabulisa abalandeli babo.

Uhambo lokuqala luzaba ngoNhlangula mhlaka 24, eSunbet Arena, eTime Square, mhlaka 29 Nhlangula bazoba seGrandwest Arena, eGrandwest, mhlaka 29 Ntulikazi bazoba seBig Top Arena, eCarnival City bazabe sebeluvala ngoMpandula mhlaka 3, eHollywood Bets Kings Stadium eThekwini. – Ubulembu

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds