
uMthunywa

KUCHWAZE izinkundla zokuxhumana kuvela izindaba zokubuya kukasomahlaya weSouth Africa ozinze kweleMelika.
UTrevor Noah umemezele ezinkundleni zokuxhumana ukuthi uyabuya kuleli ngemicimbi engu-12 ngomnyaka ozayo.
Ngokubambisana labeSavanna, lo somahlaya uzoba lemicimbi ezindaweni ezehlukeneyo phakathi kuka-Ncwabakazi 31 kusiya kuMpandula 15 ngonyaka ozayo.
Amathikithi azoqala ukudayisa ngoLwesibili ekuseni.
@chris_ntokozo: Woah umuntu akanamali kodwa kukhona iqhinga enginalo, ngizodayisa isibindi sami ukuze ngithole amathikithi. Uma kukhona odinga sibindi, angithinte.
@KhuleMalandela: Angifune muntu nje ozothi angibonanga ngisaya kwamashonisha ngeke nje ngiphuthelwe mina ngiyaya ngodli.
@Bongie_Haemz: Kusazobamndi bafwethu #TrevorNoahLiveinSA ngizozitholela amathikithi, akukwazi phela ukuthi ngingabi khona ?????? #SiyavannaSA