Isandiso siyaqhutshwa

01 Jun, 2023 - 00:06 0 Views
Isandiso siyaqhutshwa

uMthunywa

Njengokuthembisa kuviki ephelileyo lamhlanje siqala ngokuhlela izakhi zesandiso sendawo-k(u)-s- . ubaba + u +-s +edolobheni – ubaba + u + -s +edolobheni > usedolobheni. Kule indlela kutsho ukuthi sigaxe u-s- oyisakhi sesandiso sendawo. EsiZulwin lesiNdebeleni kunjalo kuvamile ukuthi u-k- amelwe ngu –s- okukhomba ukugudluka kwemisindo (Sound shift).

Izibonelo: vuka > vusa. Ukedolobheni > usedolobheni. Isakhi sesandiso u-ku- singasetshenziswa lezabizwana ukukhomba isandiso sendawo.

Ukwakhiwa kwesandiso sendawo esabizwaneni soqobo. Izibonelo: kusabizwana ye(na) isandiso ngu kuye. Kusabizwana mi(na) isandiso ngu (kimi). Qaphela: Lapha sisebenzisa isakhi sesandiso u-ku- bese kuthi unkamisa –i- wobumnini woqobo abuyele emuva ukuyatshintsha u-u- wesakhi sesandiso. K(u) + kimina kimi(na). EsiNdebeleni vele siyamtshiya u-na- oyisijobelele lapho ekhuluma.

Ukwakhiwa kwesandiso sendawo esabizwaneni sokukhomba. Izibonelo: Kusabizwana lowo isandiso ngu/kulowo/. Kusabiswana le isandiso ngu/kule/.

Ukwakhiwa kwesabizwana sendawo esabizwaneni senani. Isakhi –ku- siyasisebenzisa lesiqalo sesabizwana soqobo sihlangene lesabizwana senani ukukhomba indawo. Izibonelo: kuye yedwa, kuwo wonke lo kubo bobabili.

Kusikhathi esilandelayo sizathi ngamafitshane sikhangele ukwakhiwa kwesandiso sendawo esabizwaneni sokuchasisa.

Share This:

Sponsored Links