Isandiso

25 Aug, 2022 - 00:08 0 Views
Isandiso uhlelo

uMthunywa

Isandiso siyaqhutshwa

Qaphela siqala lapha esicine khona kuviki ephelileyo lapho esichaze khona ukusetshenziswa kwesakho -kwa- ekwakheni isandiso sendawo. Sekukhoma ukusetshenziswa kwesakhi u u- wesakhi ku- lamagama ezizweni. Isibonelo: ku +  i (tv) > kwiTV.

Qaphela kukhona ukungwaqazisa okwenzeke ku u- wesakhi ku-, u -u wesakhi ku- uphenduke usingankamisa – w-.

Kulezi izibonelo ezilandelayo asijobeleli lutho: Kubizo ikhanda isandiso ngu- ekhanda; ukhalo – ekhalweni; isibhedlela – esibhedlela. Ku isikolo isandiso esiqondileyo ngu – esikolo lanxa bekhona ababona u-esikolweni eqondile.

Kukhona inguquko ethile kongwaqa ekwakheni izandiso zendawo. Izibonelo: Kubizo isigubhu isandiso sendawo ngu – esigujini. Inguqulelo imi kanje: bh> j. Kubizo umtapo isandiso ngu- emtatsheni, inguqulelo ngu -p> tsh. Umthombo > emthonjeni, inguqulelo ngu mb > nj.

Qaphela njalo ukuthi kulezi zibonelo eziqanjiweyo zonke ngamabizo alelunga lokucina elingundebembili. Lokhu kwenza ukuba kulwangiseke emva kokujotshelelwa kwesakhi sesandiso kumbe esikandaweni. Izibonelo: isigubhu + ini = esigubhwini > esigujini, umtapo + eni= emtapweni > emtatsheni.

Ukusetshenziswa kwesandiso sendawo: Isandiso sendawo singasetshenziswa ukukhomba: Amagama ezindawo: Izibonelo: iNtabazinduna – eNtabazinduna, iGoli – eGoli njalonjalo.
Sizaqala lapha kuviki ezayo.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/ZWTC6PG" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds