Imvelo Lolimi lweSiNdebele.

23 Apr, 2020 - 21:04 0 Views
Imvelo Lolimi lweSiNdebele.

uMthunywa

Kuleli viki sizakhangela Inganekwane. Elinye igama elijayelekileyo elisetshenziswa endaweni yelithi inganekwane ngelithi, insimu. Inganekwane ke lazo zadabuka lomuntu njengabo zindala njengaye umuntu. Inganekwane bezingumdlalo othandwa kakhulu ngbantwana, bezithanda kakhulu lapho zisethiwa ngabadala.

Inganekwane ke uphawu lwazo olumqoka yikuthi zazisethiwa ngabadala abantwana belalele njalo beyilabo abavumayo ukuqhubeka kwenganekwane.

Ukuqakatheka kwenganekwane

Inganekwane zazihlanganisa imideni. Abantwana bonke babebuya bazothi gwaqa emkulwini lapho ugogo othile wayebethela khona. Ukuhlanganela inganekwane kwakubasondeza ndawonye. Izifundo ezaziqukethwe yinganekwane kwakusiba yizifundo ezaziphathisa umdeni wonke jikelele.

Inganekwane lezi zaziyindlela yokukwejisa, indlela yokuqhuba isikhathi. Izolo bebengekho omabonakude, kumbe izigxingi lapho ababengachitha khona isizungu ngakho inganekwane ke zazivala leso sikhala, kwakusiba mnandi ngesikhathi senganekwane kwakuyisikhathi esimnandi okwamagama kufana xathu lalapho abantu bebukele omabonakude.

Okunye njalo okuqakathekileyo esikunanzelela ngenganekwane lezi ziyisiphala solimi, abantwana babefunda ulimi oluthile kizo inganekwane lezi, kukanti lalamuhla abantwana baselakho ukucaphuna ulimi oluthile bafunde njalo banonise isiphala sabo solimi.

Inganekwane ziyaveza njalo imbali thize, ngemvelo yenyamazana kanye lezenzo ezithile okwakusenza abantwana bazwisise ngcono ezinye izinto ezazithintana lempilo.

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/JRD3VTT" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds