Uncategorized

Bazinikele emapholiseni abakoBushiri

19 Nov, 2020 - 00:11 0 Views
Bazinikele emapholiseni abakoBushiri uBushiri lomkakhe uMary

uMthunywa

IMIBIKO evela eMalawi ngoLwesithathu ekuseni iveza ukuthi uMfundisi Sheperd Bushiri lowakwakhe uMary sebezinikele emapholiseni kulandela ukukhitshwa kwencwadi ethi kababotshwe kuleliya lizwe.

Izolo uhulumende weMalawi laye ukhiphe incwadi egunyaza ukubotshwa kwalaba kulandela ukweqa kwabo eNingizimu Afrika bebalekela icala lokukhwabanisa izigidi zamaRandi.

OBushiri batshaye bachitha kwele South Africa ngeledlule kusaphele izinsukwana bethole ibheyili kaR200 000 ecaleni lokukhwabanisa imali ebalelwa ngaphezulu kwe R106 million.

Ibheyili yakhe isihoxisiwe kuleli kanti oKlebe bathe kwatshaya uLwesine engazinikelanga emapholiseni eSouth Africa kukanti umuzi wakhe obiza uR5.5 million oseCenturion, eGoli usabanjwa nguhulumende.

UNgqongqoshe wezaseKhaya kwele South Africa uMnuz Aaron Motsoaledi izolo udalule ukuthi uMfundisi Shepherd Bushiri lomkakhe uMary bebelama-passport amahlanu aseMalawi umuntu ngamunye ngesikhathi echazela iPhalamende lakuleli ngokweqa kwabo.

UMotsoaledi uveze lokhu ngesikhathi echazela iPhalamedne ngoLwesibili ukuthi beqe kanjani kuleli laba batshadikazi ababhekene lecala lokukhwabanisa imali engaphezulu kweR106 million.— Isolezwe

Share This:

Sponsored Links

Survey


We value your opinion! Take a moment to complete our survey
<div class="survey-button-container" style="margin-left: -104px!important;"><a style="background-color: #da0000; position: fixed; color: #ffffff; transform: translateY(96%); text-decoration: none; padding: 12px 24px; border: none; border-radius: 4px;" href="https://www.surveymonkey.com/r/JRD3VTT" target="blank">Take Survey</a></div>

This will close in 20 seconds